... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukunikwa Amandla 101

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Izenzo 1:8 Kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”

Listen to the radio broadcast of

Ukunikwa Amandla 101


Download audio file

Sonke sizazela kahle ukuthi  asimandla kokuthile ,siyashoda lapha nalapha .Kodwa kuhlale kunzima ukuba nakho konke okunqala kuhlangene  esikhathini esisodwa .Kubukeka kuba khona okuye kudingakale kwenzeke.

Ngakho  unqamulela ijika lapha nalaphaya .Futhi ngaphezu kwakho konke uma ukholwa nguJesu ,yebo phelala ufuna ukulalelwa .Usibizela ukuthanda labo abangathandeki ,ukubeka isibonelo esihle  esinobuNkulunkulu.

Akufunayo kubukeka kunguluhla oluningi .Uzizwe ukhathala ukusebenza kanzima ,ukubuka ukwehluleka kwakho konke onakho

Yebo ,lowomdlandla wokwenza kahle kukho konke sikhathi sinye ukudle ngaphakathi .Mangase nje ngibe umuntu ongcono .Mangase nje ngibukeke njengoJesu ngaphezu kwalokhu engiyikho .Kodwa empeleni isukaphi yona lendaba yokuthi umelwe ukuhamba lolohambo uwedwa ?

Kubafundi bakhe ababephelelwe yithemba ,behlukumezekile  ababembone equliswa icala ngokungenabulungiswa ,walengiswa esiphaphambanweni ngesihluku  okwathi ngomangaliso wavuka ekufeni ,nakhu uJesu akusho kubo :

Izenzo  1:8 Kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”

Futhi lamandla kaMoya oNgcwele ngawakho nawe ,name  yebo nebala kuwo wonke umuntu obeka ithemba lakhe kuJesu .Amandla okuba ngcwele .

Amandla okuba ngumuntu ayekudalele ukuba nguyena .Amandla ukwenza okuhle ,ukuthanda ,ukukhazimula ukukhanya kwakhe kwabalahlekile  nabalimele emhlabeni .

Akubizi ukuthi uhambe wedwa lendlela . Kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.