... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuphenduka 101

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Izenzo 2:38 UPetru wayesethi: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono zenu; khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.

Listen to the radio broadcast of

Ukuphenduka 101


Download audio file

Umbuzo . Uma uNkulunkulu esithethelela izono zethu  ngoJesu Khrestu  ngesiphambano  segazi lakhe ,ngakube pho siyadinga yini ukuguqula indlela esiphila ngayo ,sishiye izono zethu ezisiqhelanise noNkulunkulu  kwasekuqaleni …kumbe ngakube umnikelo waKhe wanele ngokuphelele?

Ngumbuzo lo abaningi abakholwayo kuJesu Khrestu abawubalekelayo.Ekugcineni kwakho konke uma intethelelo kaNkulunkulu imi ngalokho ngqo uJesu asenzela khona ,hhayi ngokwezenzo zethu ezinhle  [futhi yilokho engikholwayo] uma kunjalo phela awu igcagcele esokeni singavese siziqhubekele siziphelele umathanda ebesivele simphila .

Kodwa ngakube yisiphetho esihle yini leso ?  

Umbuzo . Ngakube  indoda sekumele ime ukujeqeza  abanye besifazane uma seyishadile .Ngokwenqubo iphepha[incwadi] yilo elingubufakazi bomshado .Kodwa lokho akwanele .Unkosikazi wakhe  unamalungelo aphelele ukumlindela abe yindoda ethembekile .

Futhi kunjalo ncimishi nakuNkulunkulu .Akungakho nje ukusho umthandazo wokuzinikela ,kodwa ukuveza ukholo lwethu kuza ngqo ngokuthi siziphila  kanjani izimpilo zethu .

Izenzo  2:38 UPetru wayesethi: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono zenu; khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.

Yini le kanye uPhethru nabaphostoli abayitshela isixuku ukuyenza [lababantu  kanye abebememeza bethi mbethele ,emasontweni ambalwa edlule ]?

Phendukani –fulathelani izono zenu .Ngubufakazi lobo bokuthi sewukholwa nguJesu,hhayi nje ekhanda lakho ,kodwa ngakho konke oyikho .Ngubufakazi lobo bokwethembeka kwakho kuye .

Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono zenu; khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.