... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Umndeni Ongenampilo Kahle

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Genesise 3:11-15 Khona wathi: “Ngubani owakutshela ukuthi uhamba ze na? Udlile kulowo muthi engakuyala ngawo ukuthi ungadli kuwo na?” U-Adamu wathi: “Owesifazane, owangipha yena ukuba abe nami, unginikile kuwo umuthi, ngadla.”UJehova uNkulunkulu wathi kowesifazane: “Yini lokhu okwenzileyo na?” Owesifazane wathi: “Inyoka ingikhohlisile, ngadla.” UJehova uNkulunkulu wathi enyokeni: “Njengokuba usukwenzile lokho, uqalekisiwe phakathi kwezilwane zonke naphakathi kwazo zonke izilwane zasendle; uzakuhamba ngesisu sakho, udle uthuli izinsuku zonke zokuhamba kwakho. Ngizakubeka ubutha phakathi kwakho nowesifazane, naphakathi kwenzalo yakho nenzalo yakhe. Yona iyakuchoboza ikhanda lakho, wena uyakulimaza isithende sayo.”

Listen to the radio broadcast of

Umndeni Ongenampilo Kahle


Download audio file

Imvamisa uye uzwe abashumayeli abanjengami bekutshela ukuthi umndeni onobuNkulunkulu ngobukeka kanjani .Kodwa sithini ngomndeni ongenayo impilo kahle .Sithini ngemindeni eklayekile . 

Miningi enjalo emnyango imindeni futhi uma kungukuthi kukhona owaziyo ngakho lomlayezo uze kuwe . Konke kwakuhamba kahle ku-Adamu no-Eva kwaza kwaba ngukuthi sebedle isithelo somuthi  ababenqatshelwe ukudla kuwo . 

Genesise 3:11-15Khona wathi: “Ngubani owakutshela ukuthi uhamba ze na? Udlile kulowo muthi engakuyala ngawo ukuthi ungadli kuwo na?”

U-Adamu wathi: “Owesifazane, owangipha yena ukuba abe nami, unginikile kuwo umuthi, ngadla.”UJehova uNkulunkulu wathi kowesifazane: “Yini lokhu okwenzileyo na?”

Owesifazane wathi: “Inyoka ingikhohlisile, ngadla.”

UJehova uNkulunkulu wathi enyokeni: “Njengokuba usukwenzile lokho, uqalekisiwe phakathi kwezilwane zonke naphakathi kwazo zonke izilwane zasendle; uzakuhamba ngesisu sakho, udle uthuli izinsuku zonke zokuhamba kwakho. Ngizakubeka ubutha phakathi kwakho nowesifazane, naphakathi kwenzalo yakho nenzalo yakhe. Yona iyakuchoboza ikhanda lakho, wena uyakulimaza isithende sayo.”

Isono siklaya imindeni . Uma sikhetha ukumdudula uNkulunkulu  qede sikhethe ukuzihambela indlela yethu ,amachaphazelo emndenini yethu aba yincithakalo . 

Noma ngabe umndeni wakho ukuphi njengamanje ,ngeke usakwazi ukukuguqula okwenzeka kodwa ungakwazi ukulibamba ikusasa liqoqeke. Ungakukhetha lokho khona manje khona ukulahla impakamo yakho ebese uhlonipha iNkosi uNkulunkulu wakho  ngawo wonke umoya owuphefumulayo ,ngempilo yakho yonke . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy