... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Uthando Alulahlekile

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 27:27-31 Khona amabutho ombusi ayesemthatha uJesu, amngenisa enqabeni, aqoqela kuye ibutho lonke. Amhlubula, amembathisa ingubo ebomvu, aluka umqhele wameva, awufaka ekhanda lakhe, nomhlanga esandleni sakhe sokunene, aguqa ngamadolo phambi kwakhe, ambhinqa athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Amkhafulela ngamathe, athatha umhlanga, amshaya ekhanda lakhe. Esembhinqile amhlubula ingubo, amembathisa izingubo zakhe, amuka naye ukuyombethela esiphambanweni.

Sewake wenza into enhle emva kwalokho wanganakwa kwakunakwa ngingasayiphathi eyokubongwa ? Kukushiya nomcabango wokuthi ;bengikhathazwe yini kwakhona ?

Akuchazani ukuthi siphendula kanjani  kulokhu ngabikho komoya wokubonga ? Kuthini kuwe ngomoya wokuzizwa ungofanelwe ,uma sizitshela ukuthi inani lezenzo zethu elihle limuke nomfula ,kumbe alangazwela sanhlobo ,ngenxa  yokungaziswa kwalo?

Kwenzekani kwinkambiso yokuthi isenzo esihlo sinenani elihle kuso? Ukuthi uthando luyinto ebalulekile kunakho konke okunye ,ngisho kungathiwa umqondo wothando lwethu alwamukeleki ,aluqondakali kumbe alwaziswa?  

Ngakube mhlawumbe unomuntu onjalo empilweni yakho ; umuntu osulingeka ukumlaxaza ? Ngakho nansi indlela uJesu abhekana nayo  ezonini ezinjangami nawe ,ezazingakubambanga kahle kodwa wazixolela zinjalo  .

NgokukaMathewu  27:27-31 Khona amabutho ombusi ayesemthatha uJesu, amngenisa enqabeni, aqoqela kuye ibutho lonke.  Amhlubula, amembathisa ingubo ebomvu,  aluka umqhele

wameva, awufaka ekhanda lakhe, nomhlanga esandleni sakhe sokunene, aguqa ngamadolo phambi kwakhe, ambhinqa athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Amkhafulela ngamathe, athatha umhlanga, amshaya ekhanda lakhe. Esembhinqile amhlubula ingubo, amembathisa izingubo zakhe, amuka naye ukuyombethela esiphambanweni.

U-C.S. Lewis uthi : “Uthando alukaze lwayinto echithekile ,ngoba inani lalo alimile ngokunconywa  .” Siyathanda ngoba uNkulunkulu wasithanda   

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.