... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Yiba Ngomangele

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 1:21,22 Bangena eKapernawume. Kwathi masinyane ngesabatha wangena esinagogeni, wafundisa. Bamangala ngokufundisa kwakhe; ngokuba wabafundisa njengonamandla, kungenjengababhali.

Listen to the radio broadcast of

Yiba Ngomangele


Download audio file

Angazi zingaki izinkonzo osuhlale phansi wazilalela empilweni yakho ,mina ngeke ngisakwazi ukuzibala .Ngaqala ukuba senkonzweni ngiseyingane encane .

Ukuhlala ngilale inkonzo ihora kwakunzima.Lomuntu ophambili elokhu ekhuluma engami …ngokobungane kwami kwakungikhathaza.

Yebo,ngangiyingane ,okuchaza konke lokho kwakwenziwa ngukuthi ingqondo yayingakakhuli ngokwanele . Kodwa kulezinsuku ngobuchule bobuchwepheshe  ezandleni zethu ,kuzo zonke izifundiso zobuKhrestu esikwazi ukuzithola ….angikutshele ukuthi khona kunjalo ziningi izintshumayelo ezingenamandla eziqhubekayo .

Eziningi zazo zinkulumo eziphindaphindekile kodwa ezizelisayo ;kwezinye kungenzeka umfundisi amemeze ezindlebeni zethu lokho impela okusikitazayo ,kodwa uthole ukuthi akunawo amandla okusiguqula .

NgokukaMarkhu  1:21,22 Bangena eKapernawume. Kwathi masinyane ngesabatha

wangena esinagogeni, wafundisa.  Bamangala ngokufundisa kwakhe; ngokuba wabafundisa njengonamandla, kungenjengababhali.

Kungani ukushumayela ngempela –ngakube sewuke wazibuza ? Iphuzu ngukuthu kungokuguqula izimpilo ,kuguquke iphakade lethu kusibeke ebukhoneni bukaNkulunkulu  ezinhliziyweni zethu .

Iphuzu lakho  kungokusisiza sendlale izimpilo zethu ,sithathe iziphambano zethu silandele uJesu .Yilona phuzu lelo ,ngakho kucinge ukushumayela ukunalawomandla phezu kwempilo yakho .

Uyabona uma ungafuni impilo yakho iphonselwe inselelo ,iguqulwe ,vese uhambe uyozikhabela ibhola  ngesonto ekuseni  kunokufuna ukulalela intshumayelo  engakuguquli ekukitazayo.Kodwa uma userious ,awudingi isazimthetho esikhulumo ngephimbo eliqinile ,udinga umuntu ofundisa ngegunya …njengo Jesu .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.