Zikuphi Izinqaba Zakho ?
We're glad you like it!
Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.
2 KwabaseKhorinte 10:3-5 Ngokuba noma sihamba sisenyameni kasilwi ngokwenyama, ngokuba izikhali zethu zokulwa kasizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba,sichitha izizindlo, nakho konke okudephileyo okuziphakamisela ukuthiyana nokumazi uNkulunkulu,namacebo onke siwathumbela ukumlalela uKristu
Uma ubhekene nezithiyo emgwaqeni wakho wempilo kuthini ukuphendula kwakho kulesosimo? Ubhekana kanjani nazo ? Futhi uma ubuka emumva ,ubhekane kanjani nazo kwisemumva lakho?
Izithiyo zidala inhlupheko nengcindezi yenhliziyo . Kulezozimo asethembeke ,asivamisi ukwenza izinqumo ezinhle kakhulu .Futhi okunye ,akuzona zonke izithiyo ezikhona ,ezimelwe ukuhlakazwa zifahlazwe phansi .Imvamisa kusuke kungumuntu wangaphakathi odinga ukunqotshwa kuqala .
Akuthathe umqondo wezinqaba .Sicabanga sengathi ngamandla obumnyama athile kumbe indawo engaphandle ,esidinga ukuyinqoba .Kodwa mhlawumbe akuyikhona lokho .
2 KwabaseKhorinte 10:3-5 Ngokuba noma sihamba sisenyameni kasilwi ngokwenyama, ngokuba izikhali zethu zokulwa kasizo ezenyama, kodwa ngaye uNkulunkulu zinamandla okubhidliza izinqaba,sichitha izizindlo, nakho konke okudephileyo okuziphakamisela ukuthiyana nokumazi uNkulunkulu,namacebo onke siwathumbela ukumlalela uKristu.
Ngakho isikhathi kuphela eThestamenteni Elisha leligama elisetshenziswa khona elithi “izinqaba ” lisuke lisetshenziswa ngokwemicabango yempakamo kumakholwa –obani ke labo ? Yimi nawe! Lezinqaba ezingaphakathi kithi zima ngokuphikisana nolwazi lwethu ngoNkulunkulu .Kuyesabisa lokho !
Ngicabanga lenqaba njengenkolelo thize,inkambiso ethile ephikisana nezibhalo esigcina sesiyibambe yaqina isinciphisa isibhalo sekuyiyo ephethe esingayidedeli ,esingayiyishiyi ,esivimba ukubamba izinto ezinhle ,inhlakanipho ,izibusiso uNkulunkulu asihlelele zona .
Yingakho uNkulunkulu esiyala ukuthumba yonke imicabango yethu iye ekulaleleni uKhrestu .
Ukulungela ukuthembeka ngezinkoleloze ezikuphethe nama ideas asemhlabeni ukuba uhlukane nawo qede ulalele uKhrestu ?
Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.