Mangase Kuthiwe Nje …
We're glad you like it!
Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.
Isaya 48:17,18 Usho kanje uJehova uMhlengi wakho oNgcwele ka-Israel uthi : “NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisile okukusizayo .okuholile ngendlela omelwe ukuhamba ngayo.Sengathi ulalele imiyalo yami ! Khona ukuthula kwakho kwakuyakuba njengomfula ,nokulunga kwakho njengamaza olwandle .”
Sonke simelwe ngukunquma usuku nosuku ,ukuthi sikwenze okuhle kumbe sibibiyele kwesikwaziyo kuliqiniso ukuhlonipha uNkulunkulu ,kumbe simshiye .
Kuyajulukisana uma ukucabanga kanjalo ,ngoba imvamisa asicabangi ngezinto kangako .Sivamisa ukuphendula ndlelanye ebesilokhu senza ngayo .Umuntu akuchukuluze nawe uvese umlandele wenze khona lokho kanye akuphendula ngakho ,ngisho ukwenza buthule [noma hlobo luni lobuthi obenzayo enhliziyweni] . Kodwa noma sikhetha ukumhlonipha uNkulunkulu noma ukungamhloniphi kulesosigaba ,noma kuphi ,kunemiphumela .
Yonke ingxenye enkulu yolandiso oluseThestamenteni Elidala ingomzabalazo ka –Israel ukuhlonipha uNkulunkulu kanjalo nokuhluleka qobo .Emva kwesikhathi eside bemlahlile baphendukela ezithixweni futhi balahla umusa nobulungiswa ,uNkulunkulu wabavumela ukuba basephulwe ngamaBhabhiloni qede abathumbele ebugqilini iminyaka engu 70 .Kodwa kwakungekhona lokho ayebahlosele khona .
Isaya 48:17,18 Usho kanje uJehova uMhlengi wakho oNgcwele ka-Israel uthi : “NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisile okukusizayo .okuholile ngendlela omelwe ukuhamba ngayo.Sengathi ulalele imiyalo yami ! Khona ukuthula kwakho kwakuyakuba njengomfula ,nokulunga kwakho njengamaza olwandle .”
Mangase kuthiwe nje bamhlonipha bamlalela ,izibusiso zikaNkulunkulu zazizohlala zikhona kubo ziza kubo ngokunganqamukiyo njengamagagasi olwandle eshaya ogwini .Kodwa abakwenzaka lokho ,ngakho kwababiza ukuba baphile imiphumela yesono sabo .
Ukukhetha kwethu kunemiphumela yakho .
Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.