... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Qaphela Abafundisi Bamanga

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 KuPhethru 2:1-3 Kepha kwavela nabaprofethi bamanga phakathi kwesizwe, njengokuba nakinina kuzakuba khona abafundisi bamanga abazakungenisa ngasese izifundiso zamanga ezibhubhisayo, bephika noMbusi owabathengayo, bezilethela ukubhujiswa okusheshayo; nabaningi bayakulandela amanyala abo; ngenxa yabo indlela yeqiniso iyakuhlanjalazwa; nangokufisa bayakuthengiselana ngani ngamazwi obuqili, abakulahlwa kwabo kwamandulo akulibali nokubhujiswa kwabo akozeli.

Listen to the radio broadcast of

Qaphela Abafundisi Bamanga


Download audio file

Uma sikholwa yinto ngokushisekela ,njengokuba nami ngilubekela ngishisekela izindaba ezinhle zikaJesu Khresu ,ivangeli ,kugcina sekuyi risk  lokho . Irisk enkulu impela ngangokuthi ukulangazelela kwethu kungagcina kusiholela ophathe .

Ngesikhathi ngizinikela kuJesu ngangisesikhathini esintekenteke empilweni yami  lakhona ngangingolahliwe . Futhi nakuba ngangikufuna ukumkholwa kodwa nganginovalo lokuthi angizukuholeleka ophathe yini ngigcina ngikholwa yinkolo esethinini .

Ngiyambonga uNkulunkulu ukuthi wangiholela ebandleni elalilincane kodwa umfundisi wakhona wayefundisa ngentobeko iZwi likaNkulunkulu.

 Angizange ngikuqaphele ngalesosikhathi kodwa sengikubona manje ukuthi empilweni yakhe nakulabazalwane ababebancane kulelibandla ,indaba yayingengabo kodwa yayingoJesu. Kodwa akuhlali kunjalo ,ngisho nasemabandleni amakhulu aphumelelayo akhula ngesivinini.

2 KuPhethru  2:1-3Kepha kwavela nabaprofethi bamanga phakathi kwesizwe, njengokuba nakinina kuzakuba khona

abafundisi bamanga abazakungenisa ngasese izifundiso zamanga ezibhubhisayo, bephika noMbusi

owabathengayo, bezilethela ukubhujiswa okusheshayo; nabaningi bayakulandela amanyala abo;

ngenxa yabo indlela yeqiniso iyakuhlanjalazwa; nangokufisa bayakuthengiselana ngani ngamazwi obuqili, abakulahlwa kwabo kwamandulo akulibali nokubhujiswa kwabo  akozeli.

Ubaqaphele abafundisi bamanga .Babizanela kubo esikhundleni sokukubizela  kuJesu Khrestu .

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.. 


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy