Ukumela Amalungelo Akho
We're glad you like it!
Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.
Izenzo 8:32,33 “Wayiswa ekuhlatshweni njengemvu; njengewundlu elithule phambi komgundi walo kanjalo kawuvulanga umlomo wakhe. Ekuthobeleni kwakhe ukwahlulelwa kwakhe kwasuswa. Ngubani ongalanda ngesizukulwane sakhe na? Ngokuba ukuphila kwakhe kuyasuswa emhlabeni.”
Ngike ngathatheka phambilini –cha igama elithi ‘ngathatheka ’ yigama eli wrong! Ngaphazimesaka kakhulu emoyeni ngento eyabhalwa ku-facebook nguMkhrestu ovelele kakhulu .Ngaphazamiseka kakhulu ,kakhulu impela .
Lendoda engikhuluma ngayo inabalandeli abasondela ku 400,000. Uzisho ngokokuthi unguMkhrestu.Nakhu akubhala: Sekuyisikhathi ukuthi aMaKhrestu ame azimele ngokwawo ,aqale alwe nabantu abamelana nokholo lwawo
Leyo post yathola ukuthandwa ngabantu abala ko 73,000 ,abangu 64,000 babephawula ngayo kwathi abangu 5,500 bayicobelela abanye . Manje ,njengokuba ukholo lwethu luhlaselwa macala onke ,kubukeka kulezinsuku ,mhlawumbe akubukeki kungubuka okungawakhi umqondo . Umqondo wokumela amalungelo akho ,ungumqondo ovelele kakhulu kulezinsuku kubantu bakaNkulunkulu .
Kodwa akuchazi ukuthi ngoba nakhu into ivelele kushukuthi iright ngalokho . Nansi indlela engaphendula ngayo kwi post yakhe :
Izenzo 8:32,33 “Wayiswa ekuhlatshweni
njengemvu; njengewundlu elithule phambi komgundi walo kanjalo kawuvulanga umlomo wakhe.
Ekuthobeleni kwakhe ukwahlulelwa kwakhe kwasuswa. Ngubani ongalanda ngesizukulwane sakhe na? Ngokuba ukuphila kwakhe kuyasuswa emhlabeni.”
UJesu ,akubukeki ukuthi wayesemsebenzini wokumela amalungela akhe .Kwakungokuhluke kakhulu .Wendlala phansi ukuphila kwakhe ngezoni ezinjengami nawe ,ukuze kuthi ngokuhlupheka kwaKhe kulesosiphambano, akwazi ukusithengela ilungelo lokuba ngabantwana bakaNkulunkulu .
Wayiswa ekuhlatshweni
njengemvu … Ekuthobeleni kwakhe ukwahlulelwa kwakhe kwasuswa.
Ngabe sikuphi namhlanje ,uma kungathiwa wakulwela ubulungiswa bokungabi nacala kwakhe phambi kukaPhontiyasi Pilatu esikhundleni sokuthula ? Ngakube besiyoliphila kuphi ingunaphakade mangase kuthiwe wakwenqaba ukuya esiphambanweni ? Akakwenzaka lokho .UJesu wanikela ngamalungelo aKhe ,ukuze siphile .Yikuphi lokhu okusenza sicabange ukuthi besifanelwe ngokwehlukile ?
Ngokundlala impilo yakhe wawina ukunqoba okukhulu kunakho konke empilweni ! Ukunqoba kwentobeka mina nawe esibizelwe kuyona .
Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..