... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ungalenzi Leliphutha

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 15:1-5 Kepha, bazalwane, ngiyanikhumbuza ivangeli enganishumayeza lona nenalamukelayo nenimi kulo, nenisindiswa ngalo, nxa nibambelela ezwini enganishumayeza lona, uma kambe ukukholwa kwenu kungabanga yize. Ngokuba okokuqala nganinika lokho engakwamukela nami ukuthi uKristu wafa ngenxa yezono zethu njengokwemibhalo, nokuthi wembelwa, nokuthi wavuswa kwabafileyo ngosuku lwesithathu njengokwemibhalo, nokuthi wabonwa nguKhefase; wayesebonwa ngabayishumi nambili.

Listen to the radio broadcast of

Ungalenzi Leliphutha


Download audio file

Siphila ezikhathini ezingajwayelekile .Ake ubheke nje leminyaka emibili eyedlule kusuka kwaqala ukuba sihlaselwe wubhubhane lwe COVID .Buka nje ukuthi umhlaba usuhluke kanjani ,kulo ebesiwejwayele  ezinyangeni nje eingu 24 sekungumhlaba omunye nje esiphila kuwona .

Ngakho ngesikhathi ubuka emumva kuleminyaka emibalwa eyedlule ,yiziphi izinto ezingama surprise kuwena ;izinto owawungazange wazilindela ? Enye yezinto  mina engiyibonile ukwehla kwezinga kwevangeli likaJesu,izindaba ezinhle zika Jesu Khrestu ,ngezindlela uNkulunkulu  angazange alokothe wazilindela . 

Kwabanye ibandla seliphenduke layinhlangano yezepolitiki lakhona bezizwe befudumele  ngokwemfundiso yabo yezepolitiki  kulokhukukholwa kwabo ,kunokuba bakhule okholweni olungokuthethelelwa ngesiphambano sikaJesu .Manje lokho sekunesikhathi kukhona ,yebo kunjalo impela .Kodwa kuleminyaka esivela kuyona kuthe ukudlanga kwaba sobala ,ezingeni lokuthi ngisho nalabo abanye abazibiza ngaMaKhrestu ,balole ivangeli basebenzisa lona ukulwa  nabamelene nabo emazikweni ezepolitiki ,layisikhali sabo sezimpi zepolitiki , ngakho ake sithathe ivangeli  silibuyisele ezisekelweni zalo okwalesisikhathi njengamanje :

1 KwabaseKhorinte  15:1-5Kepha, bazalwane, ngiyanikhumbuza ivangeli enganishumayeza lona nenalamukelayo nenimi kulo, nenisindiswa ngalo, nxa nibambelela ezwini enganishumayeza lona, uma kambe ukukholwa kwenu kungabanga yize. 

Ngokuba okokuqala nganinika lokho engakwamukela nami ukuthi uKristu wafa ngenxa yezono zethu njengokwemibhalo, nokuthi wembelwa, nokuthi wavuswa kwabafileyo ngosuku lwesithathu njengokwemibhalo,  nokuthi wabonwa nguKhefase; wayesebonwa ngabayishumi nambili.

Izindaba ezinhle zikaJesu Khrestu azizange zenzelwe ukuba yizikhali zepolitiki zokushaya izinhlangano ophikisana nazo .

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy