Akuyona Impilo Entofontofo
We're glad you like it!
Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.
NgokukaMathewu 4:23,24 UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke. Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.
Uma kungukuthi usuke walufunda ulandiso lwe-ministry kaJesu ,angikutshhele luyajabulisana .Ephilisa,ekhipha amadimoni ,elandelwa zixuku,izintshumayelo zakhe ezinamandla .Izinto ezimangalisayo .Kodwa kukhona okukhona okukhulu kunalokho amehlo avese ahlale kukho.
Uyabona kwakujabulisana kakhulu . Ngesikhathi amandla kaNkulunkulu ehleli kuleNdoda enamandla eyodwa uJesu Khrestu, kwakuhlale njalo kukuhle kujabulisa .
NgokukaMathewu 4:23,24UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke. Udumo lwakhe lwezwakala ezweni
lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.
Futhi kuze kube nayinanamhlanje sisawabona lamandla esekusebenzeni.Kodwa ingozi ngukuthi sihlale njalo sihubha lezizinto ezikitazanayo ezijabulisanayo ,ezikhazimulayo ,ubukhazikhazi bezinkanyezi senze izindlela zethu zokudumisa emabandleni zibe ngezicwazimulayo nezithathanayo .Sifuna ukujabula ekumlandeleni uJesu .
Kodwa ake ume ubuke impilo kaJesu kwi-public ministry yakhe .Yena nabafundi baKhe babehamba ngonyawo amamayela angamakhulu ngamakhulu – emvuleni naselangeni ,kushisa kubanda ,emagqumeni nasemathafeni .Kwesinye isikhathi abantu babebanika indawo yokulala .Kwesinye isikhathi babelala bebuka isibhakabhaka nezinkanyezi kungekho mpheme emakhanda abo ,belele ogadulweni lwenhlabathi kungekho bunsofonsofo bombhede.
U-C.S. Lewis lokhu ukubeka kanje : Angizelanga enkolweni ukuzongenza “ngijabule” ngangihlale ngazi ukuthi nebhodlela lewayini lalingakwenza lokho . Uma ufuna inkolo ezokwenza ujabule ,cha angikukhuthazi uze kule yobuKhrestu .
Ungalulindeli uhambo lwakho noJesu lube ngolulula .
Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.