I- UMKHATHI
We're glad you like it!
Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.
Amahubo 119:130 Ukwambulwa kwamanzi akho kuyakhanyisa, yebo, kuyabaqondisa abangenalwazi.
Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.
Amahubo 119:130 Ukwambulwa kwamanzi akho kuyakhanyisa, yebo, kuyabaqondisa abangenalwazi.
Njengokuba ukhisimusi ususeduze ,into elula kwabaningi ngukuvese bazibe ukhisimusi ongakho –njengokuba ungoJesu bamzibe. Wonke umuntu akhulume ngendaba yokuthi kuzodliwani konje ...
UKhisimusi okuyinto esiseduze ,yisikhathi sokugujwa ndawonye nabangani kudliwa izibiliboco o-jelly no custard .Kodwa kunomngani oyedwa esingavamisi ukumumema esidlweni abe khona ...
Kunento eyangikhathaza iminyaka eminingi.Futhi mhlawumbe ngesikhathi sibhekisa imiqondo yethu kuKhisimusi ,mhlawumbe nawe bekukukhathazile . Kungasizathu sini ukuba uNkulunkulu ...
Ngesikhathi sisabhekisa imicabango yethu kuKhisimusi ,kunotho oluthile oluthiya abaningi ukuthokozela umgubho kaKhisimusi . Iminyaka eminingi ngangimanqika ngendaba yokugubha ...
Ngakho mangase kuthiwe ubungabhala zonke izinto empilweni yakho obungafisa nga zazingekho , izinto ofisa nga azizange zakhona kuwe ,bekungaba yiziphi lezozinto ? Sonke sinalo uhla ...
Umbuzo : Ngabe uNkulunkulu wayecabangeni ngamhla ethunga lelicebo lakhe eligcine silibize ngo ‘Khisimusi’ ? Kulungile mhlawumbe uKhisimusi esiwugubhayo sewuphenduke waba ...
Lolusuku lwangomhlaka 13 ngokwesiko lwaseNtshonalanga bakholelwa ngukuthi lusuku oluletha amabhadi .Noma ngabe ungowakuphi ,yonke indawo kunezinkoleloze zakhona esezibe ...
Ukuhlangana nabantu abasha empilweni ,nokuthola abangani abasha akulula kulezinsuku .Impilo seyiphenduke yamatasa kakhulu futhi yangaqondakala ngakolunye uhlangothi ,kwabaningi ...
Kubukeka kungenakwenzeka kwesinye isikhathi ukugxumeka ikhanda lomuntu omdala entanyeni yomuntu omusha ;ukwedlulisela inhlakanipho kwabancane bethu ngokwendlela abangakulungela ...
Ubumsulwa yigama esilikhonzile esilithandayo .Igolide elimsulwa ,intokozo ephelele emsulwa …kodwa ngakube sewake wahlangana nomuntu ophelele ongenasici omsulwa ndawozonke ? ...
Enye yezinto edidanayo empilweni ngukuthi uma uzinikela kokuthile –kungaba ngumshado ,izifundo ezithile ,umsebenzi,noma ngabe yini –usuke ungazi ukuthi kuzophenduka kugcine ...
Kunento eyodwa kulomhlaba esingama kuyo .Noma ngabe izivunguvungu zakulomhlaba zisilethelani ,noma zidine zigane inwabu kanjani ,sihlala njalo sinesiqiniseko ngomhlabathi ...
Sewake wakhathazeka ukuthi ekaze empeleni abantu muntu muni abahlangana naye uma besuka behlangana nawe ? Bahlangana nobani kumbe nani kuwe ? Umdlandla omkhulu omuhle kumbe ...
Ubuhle nobubi ,sonke siyawazi umehluko ,kumbe cha ? Kunjengokumhlophe nokumnyama kusobala bha …kumbe sixolela okuphakathi nendawo ? Ucabangani ? Nakhu okubukeka yikho ...
Izimoto ezihamba ngogesi zibukeka zifuna ukungenisa .Kuhle lokho ,kodwa mina engike ngibhekane nomsindo othi ti ti ti wokuphela kwe-battery efonini,lokho kwenza ngibe novalo ...
Uphawu olunqala lokukhula yila khona sincipha ukuthemba oqobweni lwethu .Angikhulumi ngomuzwa we -low self esteem,kodwa ngokubhekana nobuqu bobuthaka nokuntengantenga kwethu . ...
Sonke sinezinto esinazo ,ezikhethekile enhliziyweni yethu ,ziyigugu .Ngakho siyaqiniseka sizinakekela kahle Ngisafunda ngake ngaphiwa isipho esikhethekile sesikhwama samapeni ...
Umdla wokukwazi ukuhlukanisa kahle inhloso yomuntu usemqoka . Ngoba akuwona wonke umuntu ovela engokuthile osuke eyikho ngempela . Akuwona wonke umuntu othembise okuthile ...
Njengokuba isisho sabama movie bethi kumelwe uthando lube yisona sihloko esigqamile kuma movie akhiqizwayo .Yebo nebala akhona ama movie edrama ,ezokulwa nasabisayo .Kodwa ...
Ngokwezokusakaza iBandla liyinto efayo.Lokho okwenza bande ababetha imitshingo betshiyoza yinjabulo .Kodwa ezokusakaza ezingakuchumisi ngukuthi iBandla lihlabela phambili ...
Siphila esikhathini sesiphithiphithi .Uthi mawufunda iphepha uthole ukuthi abantu abasemagunyeni baziphethe kabi kakhulu ,nakuba singasho bonke . Amabandla agcwele izindaba ...
Ngakho ngakube ingakanani impilo yakho othi mawuyibuke ubone unjengesihambi esihamba sicinga okuthile ? Impendulo kwiningi lethu ,hhayi kangako .Ngoba phela ekugcineni kwakho ...
Emhlabeni la khona okuzwakala kunamaphimbo amaningi wena ongafunga ngumuntu ememeza kunanela namawa ,imibono ehluhlukene ,ngama post ,imiqhafazo ,uhla lude ,konke lokhu ...
Sewake waqaphela ukuthi kulula kanjani ukulahlekelwa yizinto ezimqoka empilweni esikhathini lakhona okusuke kukuningi amehlo emnyama kuwe kungelula nokubhekana nosuku ...
Silwa izimpi eziningi empilweni .Futhi uma uphakathi nazo ,ukuziwina kubukeka kungenakwenzeka sanhlobo .Kwesinye isikhathi kusuke kuzokwenzeka kodwa uma seligaya ngomunye ...
Ukuphila impilo yakho uthokozisa abanye abantu ,uzama ukuzihlekisa ukuze bakuthande ,kungumsebenzi onzima lowo ngoba abantu abaqondakali ,bangaba nawe namhlanje kusasa bakulahle ...
Ngakho ake ngikubuze uzizwa kanjani ngabantu abanguhulumeni wezwe lakini ,umasipala kumbe isifundazwe ,isigodi kumbe iward ? Ngokokubuka kwakho ngakube benza umsebenzi omuhle ...
Abanye abantu banokuntenga kokuyingabaza impilo .Kungenzeka mhlawumbe lokhu kungaqondani nawe ,kodwa okusalayo phambilini sewuke waba kulesosimo ,njengami .Umbuzo ngukuthi ...
Uma kunomuntu okukhombisa izibele ezithile ,ngisho kungayinto encane kakhulu ,lokho kuwuguqula kanjani umuzwa wakho ngalowomuntu ,ngokwendlela osumbuka ngayo ,nomphatha ngayo? ...
Izimpi ziphetha kanjani? Impendulo , emva kongqubuzano olusuke selulalise izidumbu bamanxebanxeba abanye zinhla zombili ezilwayo ,okuyinto okusuke engekho okuthanda ...
Namhlanje lusuku lokubeka izikhali ,olokuthula ,lakhona sibuka emumva sikhumbula ukuphela kwempi yokuqala yomhlaba .Ngalesosikhathi kwakuthiwa yimpi eqeda zonke ezinye izimpi ...
Ziningi izinto kulomhlaba ezithembisa okuningi , amacareer, impumelelo ,imali ukuzikhipha ,lolacekece lwemoto entsha ,ngisho lezacathulo ezintsha ceke ezingakaziwa ...
Ungenzenjani mangase ungazelele kwakho noma kini usesidlweni kuvese kutheleke usaziwayo ,odumile ovelele ezweni ,azokuba nawe esidlweni ? Ngixoxele ungenzenjani nje? Ngake ...
Ngicabanga ukuthi angingedwa lakhona ngibe nezikhathi ngizizwa kunganele ngingaphelele ,ngangokuthi ngangesaba ukulandela amaphupho ami .Kuwe kube njani ? Izinselelo zibukeka ...
Ngakube sewake wazizwa ugcwele intokozo ,eluhlobo oluhlalayo ngisho kuthiwa sekunezingxaki zempilo –ngangokuthi awusakwazi ngisho ukuyigcina ngoba iyaphuphuma? Mhlawumbe ...
Abantu abaningi badonsekelene kwimizwa yenhliziyo yabo ngaphakathi banokuzizwa bebalekela isemumva labo ,lokho bakwenza ngisho kungekho sobala kodwa kube kuzenzekela .Nami ngake ...
Sewake waphicizeka umunwe yisicabha ? Kade usathi uziculela kamnandi ungazelele ,bhaah isicabha sikucindezele umunwe kunsonsothe inhliziyo .Lapho ubuhlungu buhambe nengalo yonke ...
Sonke siyazithola sithanda ukuphatheka kahle ngabanye abantu ;sifise izibele zabo ukuba zisifake emnyangweni nasezintweni thina esehlulekayo ukungena kuzo .Siyakulangazelela ...
Wonke umzali uyafikelwa yisigaba sokwesaba ukuthi hleze ingane yakhe igcine ibe mdibi munye nezingalaleli izingane ikhethe eyayo indlela ;abe nomuzwa wobuhlungu ukuthi lezongane ...
Iningi lethu sifuna impilo eguquliwe engcono kunalokhu .Kungani? Yingoba akekho noyedwa kithi o-perfect .Siyazi sinezikhisi nokwehluleka .Sifuna ukuzinqoba ,yingakho sifuna impilo ...
Ukushebeleza ngomkhumbi kungukuzikhipha okuthokozelwa ngabaningi emhlabeni .Hle hle ,bangaphezu kuka, 30 million abantu emhlabeni wonke nyakenye ababeshebeleza ngemikhumbi ...
Kunokuthile uma kulusuku izulu elisuke lilihle licwathile libalele kamnandi kunotho okulwenza emoyeni wakho .Sewake wazibuza kungani lokho ? Kungani sixolela ukubalela kwelanga ...
Ngakho kuninini phambilini ukugcina kwakho ukusho nokwenza into ,okuthi masubuka emumva ,kwakungeyona into enhle ukuyisho nokuyenza ,wake wama wazibuza ukuthi wawukwenzelani ? ...
Ukuzinyusa wena kuyinto embi .Abantu basho benze izinto esizweni ngokuzigqaja ,konke lokho bekwenza ngokokuthi bacatshangwe kahle ,akukuhle lokho .Kungani bekwenza abantu lokho ...
Ukuphambana nezihambayo ,wenze okuhlukile emndenini wakho ,abangani ,nomphakathi ,wehluke nje kubo kuyinto engelula leyo .Yingakho abantu abaningi bengakwenzi . Nakuba namhlanje ...
Sewake wazizwa ungonqamukelene kulokho obukulangazelela ,ukuthi uthanda ukuyiphila kanjani impilo yakho ,nangendlela ngqo oyiphila ngayo usuku nosuku ,la ebheke khona ,yebo ...
Nginesiqiniseko ukuthi njengathi sonke ,nawe unotho othanda ukuluguqula . Ungathanda ukuba ngumuntu ongcono kwingxenye ethile ,kumbe kulesisimo esithile .Futhi njengabo bonke ...
Ngingacela namhlanje ,ukuhoshe umoya qede uzibuze ukuthi uyiphila kanjani impilo yakho . Okay,impilo ayiqondakali kwesinye isikhathi futhi ibe manaphanapha .Kodwa phakathi ...
Kunesizathu ukuthi kungani abasubathi abaphumelelayo abathwali izinto ezisindayo .Uma bekuthiwa bakwenzile lokho ngoba abazange baphumelela kwakhona ekuqaleni komjaho Nebala ...
Ngakube uyafana nami ukhohlwe yigama lomuntu emva nje kwemizuzu emibili uhlangene naye ? Kunzima ,angithi ? Kodwa manje inkinga igama lalowomuntu lisemqoka ngokungakholakali kuye ...
Ngicabanga sonke sesike saba naso isimo sokulungisa utho ocingweni kungaba umasingcwabisane ,ukukhokhela isitolo noma indaba kagesi noma yikuphi okunye ,kodwa kube ngukuthi ...
Ngicabanga ukuthi mina nawe asibona abantu abagijima ukwedlula bonke layindlini.Kodwa ikhona into engasibeka ekuqaleni .Ungathanda ukwazi ukuthi yini ? Omunye umngani wami u- ...
Sewake wazama ukukhahlela uhlukane nenkambiso eyisimbelambela embi ? Akulula .Kungaba ngukubhema , ukudla into okungafanele uyidle ,ukuhleba ,ubuvila ,ukuhlupha emsebenzini ...
Ngingathembeka kuwe ? Ngangingeyena umuntu ,owayemuhle emnandi .Ebusheni ikakhulu ngangiwathe njo amehlo ekuwineni ,nasekuphumeleleni ,engangikwenza ngokuthi ngingagxoba ngisho ...
Noma ubani okhulise izingane uyazi kusemqoka kanjani ukusondela eduze kwazo ngesikhathi zi-achiever empilweni kanjalo futhi nangesikhathi zibhekene nobuhlungu bempilo .Lokho ...
Nangu wena uzithole upheka lesibiliboco sesidlo kodwa bese uyakhumbula ukuthi ukhohlwe nya yisinongo esiwukhiye .Nguwe lowaya sewugijimela esitolo . Kodwa uthi ungathi ngqu ...
Kwesinye isikhathi sibhekana nenzukayikeyi ngokokuziphatha . Ekujuleni kwenhliziyo wazi kahle ukuthi okuyinto efanele futhi ufuna ukwenza lokho . Kodwa imvuzo yesikhashana ...
Sewake waqaphela ukuthi uma impio iqhubeka kamnandi uba nabantu abaningi abakuzungezile . Kodwa ngomzuzwana mazike zavese zajika izinto ,abantu bavese banyamalale bahwamuke ...
Uma uzama ukuphila kahle impilo yakho ngobuhle ,ngobuqotho ,kodwa uthole ukuthi bonke abantu abakuzungezile baziphethe kabi –uyaqala uzibuze ukuthi , “Kunalo inani ukuqhubeka ...
Izikhondlakhondla zakulomhlaba ,osozigidi ,abaphathi bama social media bonke banento eyodwa efanayo . Njengamanje baphethe amandla okushanela kwasani ilandele bona ,kodwa ...
Ama newsfeed kulezinsuku kwezokuxhumana agcwele inhlakanipho eningi yawo asihehela nasibizela kuyo esitshela ngobuhle bayo ngokuhlukahlukana kwayo . Ziningi zihlukahlukane ...
Incane into eqhaqhazelisana njengozamazama komhlaba . Cabanga umhlaba omi kuwo undindizela ,kungubuzizi,uyazibona sekuphahlake kwazingcungcu isakhiwo kuso qede kwangyimfuthumfuthu ...
Noma ngabe lulupmi luni olukhulumayo ,izikhathi nezikhathi kulokhu kusungulwa amagama nezisho ezintsha .Kodwa akuyona into entsha leyo Ngokwemibhako yakamumva , U-William ...
Sesibile nesimo lakhona umuntu enze utho [hhayi kuwe kuphela ngokokungathi bekunganele kuwe kuphele ] kodwa akwenze nakawabanye ngezinhloso ezinhle ,ngenhliziyo emsulwa ...
Umhlaba mawubuka ngokusabalele ubukeka amehlo ethe njo ekunotheni ? Imali,yimali,yimali.Ngingayenza kanjani eningi kunale ekhona ? Ngingaba kanjani neningi kunale ukuze ...
Ngakube sewake wacelwa iziluleko ,qede bese uyazibuza ukuthi konje kwakhona ekuqaleni yini le eyenze lomuntu eze kuwe? Akabukeki azi.Futhi akafune kwakulalela . Enye yezingane ...
Usawoti yinto esiyisebenzisayo ukukufaka ekudleni okungena taste kumbe ekudleni okuzo taster kangcono . Usemqoka kangako kodwa kumbalwa sicabanga ngawo . Esikhathini esithile ...
Kuhlale kungapheli ukumangala kimi ukuthi sesibe nobandlululo olungakanani ,sazenza iqoqwana elithe qekelele .Lokhu kwenzeka kwezemidlalo . Kulungile ke lokho.Kwenzeka kwipolitiki ...
Ukwenza inkonzo kwabanye abantu kuyinto esaziyo siyadinga ukuyenza .Kodwa ngakolunye uhlangothi ,sikuthola kungelula ,futhi kungalubekeleki ukukwenza ,kubukeke kungenancazo etheni ...
Ukuqophisana okukhulu okuqhubeka kulomhlaba kungokuthi ikakhulukazi ngubani omkhulu kunomunye ; ubani owokuqala ,ubani ozobonokala emuhle ukwedlula bonke ,ohola phambili odla ...
Intshisekelo yokucatshangwa kahle yimfihlo abaningi ebadlayo ezinhliziyweni zabo ukuyilambela .Kaningi izwakala isiqhumbuka ngamagama ,ngokuziphatha kwethu ….futhi ...
Angazi zingaki izinkonzo osuhlale phansi wazilalela empilweni yakho ,mina ngeke ngisakwazi ukuzibala .Ngaqala ukuba senkonzweni ngiseyingane encane . Ukuhlala ngilale inkonzo ...
Ukungena emsebenzini omusha kuhlale kungelula .Uthatha lelogxathi ngomfutho onamandla .Ufuna kube yisiqalo esihle .Awufuni ukuphoxa abantu ngosuku lwakho lokuqala ...
Nini nanini lakhona izinto zisicindezela –kungaba ngokwenyama ,imizwa yenhliziyo kumbe ngokomoya –uke ukuqaphele lokhu ukuthi isilingo sibukeka siza kuwe simafindofindo . ...
Ngakube sewuke wazibuza ukuthi ekaze ubhabhadiso lungani ingempela ? Lisiko elidala eliqhubeka ligcinwa kumakhulukhulu eminyaka –laqala ebuJudeni lase liza kuBuKhrestu .Ngisho ...
Ngokwe –experience yami mhlawumbe nakweyakho futhi ,UNkulunkulu wenza izinto ezethusayo ,izinto esisuke singazilindele ;izinto ezisishiya simangele …kungani ? Ake uthathe ...
Ngingake ngikucele ukume ucabange namhlanje ukuthi yiziphi izinto eziseqhulwini kuwe ? Ngoba izinto ezizeqhulwini kuwe yizo ezigcina zigwedla ziqondisa impilo yakho la eya khona ...
Ukuhlanza zonke izenzo zakho ,noma ngabe yiziphi empilweni yakho obonayo zidinga ukuhlanzwa ,akulula kunzima .Lezonjwayezo zifa kanzima .Zibukeka zifuna ukunamathela kuwe qede ...
Sonke sizazela kahle ukuthi asimandla kokuthile ,siyashoda lapha nalapha .Kodwa kuhlale kunzima ukuba nakho konke okunqala kuhlangene esikhathini esisodwa .Kubukeka kuba khona ...
Umbuzo . Uma uNkulunkulu esithethelela izono zethu ngoJesu Khrestu ngesiphambano segazi lakhe ,ngakube pho siyadinga yini ukuguqula indlela esiphila ngayo ,sishiye izono ...
Kuyinto eyinzuzo ukuhlale sihlale sibuyele ezisekelweni ,ukuqinisekisa sizibambe kahle ,kanjalo nokuzikhumbuza ukuthi yikuphi okusemqoka ngokweqiniso . Futhi into eyodwa ...
Esikweni lesilungu mawubona indoda iphethe izimbali iziyisa kothandwa yinhliziyo yayo nathi esesilenza nokuthenga uchocolate ,usuke uzibuze ukuthi isuke izithengeleni noma ...
Sewake wazibuza ukuthi kungani intokozo owake waba nayo ,intokozo owawukholwa uNkulunkulu ufuna ube nayo ,kubukeka sengathi seyihwamukile ? Pheshe ,nyamalaliyane ,yaphela ...
Uma uma ucabanga kahle siyazi ukuthi izenzo zethu zigeleleza zivela kokusenzinhliziyweni zethu .Inkinga ngukuthi asimi kesicabange ngakho . Kunini la owagcina khona ukuzizwa ...
Uma sihambe ngendlela engeyiyo ,uma sinokwazi okucacile ukuthi sihambe ngendlela ewrong ,ngaphakathi sifuna ukubaleka sicashele uNkulunkulu .Kuyamangaza lokho ,angithi? Kodwa ...
Kukho konke okuqhubeka emhlabeni ,kwenza iningi lethu lizibuze ukuthi –kanti bonke lobububi buyoma nini ? Lokho akuwona umbuzo nje kodwa ngumbuzo ngempela ofanelwe ...
Impilo isikakhulu ingokwenza into eyodwa ulokhu uyiphindelela . Njengokuba omunye obengicwecwa engikhulisa ubevamise ukuthanda ukuthi athi kwezinye izinsuku umelwe ukudonsa ...
Ngisafuna ukumbona umuntu okuthandayo ukuqondiswa ,othokozayo uma kunomununtu ovese amdonsele eceleni emthsela uphaphalaze la nala .Kuwe ? Abantu abaningi abahle ...
Ngakube sewuke ukhathazeke ngokuthi ekaze abantu bayakuqaphela yini ukuthi uhlukile ? Mhlawumbe ngobumnene,ububele,intobeko ,imfudumalo …inhlakanipho.Kumbe abakutholi lokho ...
Uma sizothembeka ngokweqiniso kithi,izinto eziningi esizilangazelelelayo kulomhlaba zingukuzicabangela thina ,ukuholeleka ophathe …ziliphutha eliqondile .Futhi thembeka lokho ...
Iningi lethu sinokubona okuhle mayelana nokuright noku wrong .Ngakho siyaqala sizibeke ekwenzeni okuhle ,kunokubi . Senze kuthi xaxa oku right .Sehlise oku wrong.Sithemba ukuthi ...
Usuku nosuku ake ngikubuze yini ephusha imicabango yakho ? Yini ekwenza wenze okwenzayo ;ube yilo onguye ? Abantu abaningi uma bebezothembeka bebezothi …izimo zabo,abantu ...
Nanti iqiniso elibabayo :inkambiso yakho kubantu abalukhuni empilweni yakho kungagcina ukuthula kukaNkulunkulu kumbe kukwephuce khona . Cha ,phela ukuthula kwakho ukuqhubeka ...
Ziningi izinto empilweni yakho ezingakuphuca ukuthula kwakho .Kodwa ohleni phezulu ngezobudlelwane ezihamba zodwa .Labobantu abanzima . Ungqubuzano .Inkemba noma umkhonto ...
Izinto impilo esijikijela ngazo kwesinye isikhathi zingaba ngezesabekayo .Kwezinye izikhathi kubukeka zisivoshozela phansi .Noma kube yikuphi .Kodwa esikudingayo hle hle ...
Inkohliso isikake nxazonke kulezinsuku . Phezu kokuba abahleli bezindaba nezintatheli beneminyaka befaka lokho okubizwa ngezindaba yonke leminyaka ,kulezinsuku ngoba sibhekene ...
Ukusebenza ngokubambisana niyi team kuyancomeka nhlazonke la obuka khona –ezinkampanini eziphumelelayo ,kumaqembu ezemidlalo awinayo ,emabandleni emindenini . Kungumqondo ...
Kunezikhathi lakhona uNkulunkulu ezwakala eqhele ngamamayela ekude le .Lowo ngumuzwa okwenza ungazinzi kahle .Ngisho kungathiwa awumthandi uNkulunkulu ,uma ungakafiki lapho ...
Ukuba ngomuhle ,owenza okuhle ,kungaba yinto enzima .Esikhathini lakhona wonke umuntu eziphethe kabi – futhi kungakanani lokho kwenzeka ngokwemvama ?! ukuphikisana neningi ...
Asivume ngokwethembeka ukuthi lomqingo AMaKhrestu awubiza nge ‘bhayibheli’ uqukethe izindaba ezinye okunzima ukuzikholwa.UJesu eguqula amanzi ewenza iwayini ;ehamba phezu ...
Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.