... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuhlupheka NoKhrestu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaPhethru 3:18 Ngokuba naye uKristu wahlupheka kwaba kanye ngezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni kepha ephiliswa emoyeni.

Listen to the radio broadcast of

Ukuhlupheka NoKhrestu


Download audio file

Ukuhlupheka ngokungenabulungiswa kungugeja kwezinto lokho , amen? Uma uhlupheka ngokwenza okuhle ku-wrong lokho . Futhi nebala uma sihlupheka ngenxa yokwenza okuhle ,asisodwa kulokho . 

Sikhulumile ngalokho izolo .Loluqobo lokuthi inhlupheko iyithuba elihle kithi ukukhula kuKhrestu .Kodwa uma inhlupheko ingenabulungiswa ,uma sipanishelwa ukwenza okuhle ,impakamo ithi isho ukuphakama ifune ukumisa umsebenzi omuhle uNkulunkulu awuqondile ngalenhlupheko okungenzeka ukuba uNkulunkulu ubewuhlele ukuwenza ukukhulisa inkambo yethu ibe ngcono . 

Yinmgakho isifundo sesiphambano sinamandla  :

1 EkaPhethru 3:18Ngokuba naye uKristu wahlupheka kwaba kanye ngezono, olungileyo ngenxa

yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni kepha ephiliswa emoyeni.

Wukungabinabulungiswa obukhulu lobu  emlandweni wonke woluntu ;UJesu iNdodana kaNkulunkulu ongakaze alokothe one kanye ,owenza okuhle zikhathi zonke ,owabethelwa kulesosiphambano ukukhokhela isono sami nesakho .Khona lapho kanye sine-role model yethu uJesu ,esingabuka kuye uma sihlupheka ngokungenabulungiswa  ,sibe senza okuhle .Wayengenacala kodwa wakwenzela thina .Nakuba wabulawa ,wenziwa waphila ngamandla kaMoya .

Futhi yiyona nqobo yesiphetho esihle sokomoya enhluphekweni ,mumva le enhluphekweni yaKhe kunye neyethu kanye . Ngoba uma sivumela uMoya oNgcwele ukusebenza kithi nangathi khona kanye ezikhathini zenhlupheko ,uletha ukuphila .Impilo entsha .Impilo yovuko ,ekhululekile ekukinatelweni ngamazinyo esono ahuzulanayo . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.