... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

IngempelaUchazaniUmbuso?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 6:33 KodwafunanikuqalaumbusokaNkulunkulunokulungakwakhe, khonakonkelokhukuyakwenezelwanina.

AmaKhrestu ayakhuluma kakhulu ‘ngombuso kaNkulunkulu’’ ;lamagama agingqika kalula olimini.Kodwa ake uthi ukuma k ancane .Siyazi ukuthi kuthini  ingempela ? Sikulungele ukukumukela okuyincazo yakhona?

Kulezinsuku ubukhosi obuningi obusekhona imvama buluphawu nje lobukhosi kodwa abunawo amandla  anele ngokomthethosisekelo.Kodwa ezinsukwini zikaJesu ,iNkosi yabe inamandla okuphila nokufa ,kubantu ebaphethe.

Lokho kwabe kuliqiniso emlandwini yakwa Israel kanjalo nangobukhosi baMaRoma oKhesari ,njengokuba izwe labeliphethwe ngaMaRoma .Ngakho uma uJesu ekhuluma ngo ‘Mbuso kaNkulunkulu’,ukhuluma ngokubusa negunya eliphelele.Ngakho asingene kulendima sinakho lokhu kuqonda:

NgokukaMathewu 6:33Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, khona konke lokhu kuyakwenezelwa nina.

Ngamanye amazwi esikhundleni sokujaha izinto mina nawe esizifunayo kulokhu kuphila (futhi asithembeke sivume ukuthi kuningi la emnyango umuntu akufunayo) into okumele siyifune kakhulu nguMbuso kaNkulunkulu;ukubusa negunya laKhe eliphelele;simlalele senze konke akufunayo.Ngakube sihlobo sami ukulungele ukukwenza lokho kube seqhulwini empilweni yakho ….noma cha ?

Umfundisi weBhayibheli u-Glenn Bleakney ukubeka kanje:“Abanye abantu uNkulunkulu bamthatha ndlelanye uSawuli ayethatha ngayo uDavide:bamfuna ababulalele iziqhwaga abaxoshele amadimoni kodwa hhayi ukuthi abuse abe iNkosi ezimpilweni zabo!”

Ukulandela uJesu ,kuchaza ukuthi uyaphenduka ,uyahlukana nezono zakho,ukuvumela umoya wakhe uguqule impilo yakho ukuze ngesikhathi usafuna ukubusa kwakhe ngokuseqhulwini empilweni yakho ,uzokwazi ukumlalela .Yilokho okufuna ngokwempela  na? 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.