... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Empeleni Kusobala

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaPhethru 4:8 Kunakho konke yibani nokuthandana okunganqamukiyo, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono.

Listen to the radio broadcast of

Empeleni Kusobala


Download audio file

Usuke waqaphela ukuthi abantu bayakwazi ukuba lukhuni ? Ngiqonde ukuthi babe lukhuni ngempela .Kwesinye isikhathi  basicunule .Kwezinye izikhathi kwedlulele kakhulu .Yebo kodwa manje khona kunjalo kukangaki siphikisane nemizwa yethu sabakhombisa uthando ,izibele ,ungasho sihlobo  ?

Iningi lethu ,ngiyazibala nami ,siphila impilo ngesivinini esikhulu asinasikhathi sokuma sinabukisana nomuntu ongawubambi umshini .Kodwa angisho futhi ngisho kungathiwa ungumuntu ogcwele ubumnene ,kulula ukuzithola ukhathazeke ngokuphila kwakho siqu ungenandaba nokuphila kwabanye abakuzungezile .

Futhi ngizothembeka la,kukaningi empilweni yami ngenze lokho ncimishi,ngivese ngaba ngumuntu ogqiba lokhu okuyizintshisekelo zikaNkulunkulu ,okumele engabe ngikhathazeke ngokuthi konje kulesisimo esinjena ngingamenzelani uNkulunkulu . 

Noma ngabe ukuphi nempilo njengamanje ,noma ngabe izinga lesivinini  ohamba ngaso sithini kumbe ukusiphi isigaba sempilo njengamanje ,mina nawe ake sithi ukuhosha umoya kancane kesizincwaninge .

1 EkaPhethru  4:8 Kunakho konke yibani nokuthandana okunganqamukiyo, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono.

Okusemqoka kunakho konke lokhu okwenzayo  … yibani nokuthandana okunganqamukiyo. Ngisho nakubantu kanye abakulimazayo,nabakuzondayo ngoba loluthando lusibekela izono eziningi . Loluthando luyoletha ukuphiliswa nethemba,ukubekezela kunye nokuthula . 

Umbhali nesikhulumi u-Amy Klutinoty ukugoqa akubeke kafusha ngalendlela : “Uma ukuthanda umuntu ophambi kwakho kubukeka kukuncane ngokwe ministry ephambi kwakho ,uma kunjalo kuchaza ukuthi sewukhohlwe ngukuba simple ngokulula kwevangeli .”

Kulula Kusobala Kanjalo nje . 

Kunakho konke yibani nokuthandana okunganqamukiyo, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.