Ubani Omlandelayo ?
Add to FavouritesNgokukaMathewu 4:1-4 Kwathi esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi. Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.” Wayeselula isandla, wamphatha, wathi: “Ngiyathanda; hlambuluka.” Wayesehlambuluka masinyane ochokweni lwakhe. UJesu wayesethi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu, kepha hamba uzibonakalise kumpristi, uyise umnikelo owayalelwa nguMose, kube ngubufakazi kubo.”
Kukusiphi isigaba lakhona sinquma ukuthi imizwa yethu nokushaya kwenhliziyo yethu ,inkambiso yezwe egqwalayo konke kuyingxubevange ndawonye ,bekumelwe kube liqiniso eliyisiphetho ngokokuzitshela kwethu ngokweZwi likaNkulunkulu . Lokho ingempela kwenzeka kanjani ?
Kuliqiniso angithi ? Iningi ebandleni libeke eceleni isigaxa seqiniso likaNkulunkulu kwasala amantshontshwana –ubizo lwaKhe ekusicaciseleni ukuthi yikuphi oku right noku wrong –konke lokho kubekwe eceleni ngenxa nje yokuthi akushoyo akuzwakali kwehla kahle kithi .Izindlela zakhe zingqubuzana kakhulu nezinqubo zesimanje .Izindlela zaKhe azisezwakali zizinhle kumbe zihambisana nathi .
Akucabange mangase kuthiwe uJesu wayebuke ngaleloso naYe ngamahla esehlane :
NgokukaMathewu 4:1-4Kwathi esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi. Bheka, kwafika onochoko, wakhuleka kuye, wathi: “Nkosi, uma uthanda, ungangihlambulula.”
Wayeselula isandla, wamphatha, wathi: “Ngiyathanda; hlambuluka.” Wayesehlambuluka masinyane ochokweni lwakhe.
UJesu wayesethi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu, kepha hamba uzibonakalise kumpristi, uyise umnikelo owayalelwa nguMose, kube ngubufakazi kubo.”
Mangase kuthiwe ngalesosikhathi ukulamba kukaJesu ,izintshisekelo zaKhe ,zabe zikuqhelise okushiwo yizibhalo,wayezogcina ethobele uSathane .Wayezogcina elandele izindlela zezwe .Wayengeke nhlobo aye kulesosiphambano eyohlupheka kuso ngenxa yami nawe ukuze kuthethelelwe izono zethu.
Lokho kuseyimiphumela ehlasimulisayo ,imiphumela yokulahla iZwi likaNkulunkulu ngenxa yokuzicabanga wena zikushiya ukhungathekile .Baningi abantu bakaNkulunkulu asebemile ukulandela uKhrestu .Kunalokho bazilandela bona .Musa ukuba ngomunye walabo .
Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.