... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ngikufanelwe lokhu #Cha Akunjalo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 8:9-13 Qaphelani kodwa, funa leli lungelo lenu libe yisikhubekiso kwababuthakathaka. Ngokuba uma umuntu ekubona wena onokwazi uhlezi ekudleni ethempelini lesithombe, unembeza walowo osebuthakathaka akayikududeka yini, aze adle okuhlatshelwe isithombe, na? Khona obuthakathaka useyabhubha ngenxa yokwazi kwakho, engumzalwane amfelayo uKristu. Kanjalo uma nona kubazalwane, nilimaza unembeza wabo obuthakathaka, niyona kuKristu. Ngalokhu uma ukudla kumkhubekisa umzalwane wami, angisoze ngadla nyama kuze kube phakade, ukuze ngingamkhubekisi umzalwane wami.

Listen to the radio broadcast of

Ngikufanelwe lokhu #Cha Akunjalo


Download audio file

Kulula kulezinsuku kulomqondo wokuthi “kuselungelweni lami’ “I’m entitled” okulisiko eselingenele ,elingagcina lenza neBhayibheli ulifunde ngalezozibuko.  “I’m entitled!” Ukufuna kumbe ucabange izinto zikaNkulunkulu ngendlela ehlukile ngamalengiso .

Kunzima ukukhumbula isikhathi lakhona umphakathi ngisho ibandla , lakhona libe nokuhlukana kokubanga indlela yokubuka izinto . Kodwa ngisho ekuqaleni kweBandla , ngesikhathi ubuKhrestu buqhumbuka buvela  kubuJuda , ukuhlukana kwemibono kwabe kuyinto evelele eBandleni likaKhrestu  nangalesosikhathi . Umphostoli Phawuli ubhala athi :

1 KwabaseKhorinte  8:9-13  Qaphelani kodwa, funa leli lungelo lenu libe yisikhubekiso kwababuthakathaka. 

Ngokuba uma umuntu ekubona wena onokwazi uhlezi ekudleni ethempelini lesithombe, unembeza walowo osebuthakathaka akayikududeka yini, aze adle okuhlatshelwe isithombe, na? Khona

obuthakathaka useyabhubha ngenxa yokwazi kwakho, engumzalwane amfelayo uKristu. Kanjalo uma nona kubazalwane, nilimaza unembeza wabo obuthakathaka, niyona kuKristu.  Ngalokhu uma ukudla

kumkhubekisa umzalwane wami, angisoze ngadla nyama kuze kube phakade, ukuze ngingamkhubekisi umzalwane wami.

Uma ulokhu uqhubeka ukulifunda iBhayibheli into ode uyiqaphela ngukuthi esi-entitled kukho ngukuba sendlale phansi ngesikufanelwe kumbe okuselungelweni lethu  ngenxa yezimpilo zabanye abantu,ngenxa yokuqhakambisa uNkulunkulu.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..