... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Awumelwe Ukuyihamba Wedwa Lendlela

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaLukha 11:11-13 Ngumuphi kini onguyise, oyakuthi nxa indodana icela inhlanzi, ayinike inyoka esikhundleni senhlanzi; uma icela iqanda, ayinike ufezela, na? Ngakho-ke uma nina eningababi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha abacela kuye uMoya oNgcwele.”

Listen to the radio broadcast of

Awumelwe Ukuyihamba Wedwa Lendlela


Download audio file

Namuphi na umuntu ohlele enhliziyweniyakhe ukuzibophezela ngokujulile ukulandela uJesu  kanzima ,ngisho kungathiwa ukuholela kuphi ,ngisho kungabiza nanini lini ,wazi kahle lomuntu ukuthi kwesinye isikhathi kuba luhambo olunomzwangedwa  kwezinye izinsuku .Kodwa nazi izindaba ezinhle : awudingi ukuyihamba wedwa lendlela ! 

UJesu waba futhi usenguye uThisha onamandla  nonesineke  esimangalisayo .Wazi kahle ukuthi enze njani ukuze kugcine konke kumi ngomumo ohambweni .Ake uthathe lokhu nje : 

NgokukaLukha  11:9,10 “Ngithi kini: Celani, niyakuphiwa; funani,

niyakufumana; ngqongqothani, niyakuvulelwa. Ngokuba yilowo nalowo ocelayo uyamukeliswa, nofunayo uyafumana, nongqongqothayo uyakuvulelwa.

Awuzwake ! Nakanjani ngeke wangakubona lokhu .Kodwa ngisho kwayiwona lawomagama abe  enganele .

Wayefuna ukuba azoqondisa izinto zime ngononina ziphelele .Ngakho wakhetha isibonelo sonke esikwaziyo ukungena khaxa kusona . 

NgokukaLukha  11:11-13 Ngumuphi kini onguyise, oyakuthi nxa indodana icela inhlanzi, ayinike inyoka esikhundleni senhlanzi;  uma icela iqanda, ayinike ufezela, na? Ngakho-ke uma nina eningababi nikwazi ukubapha abantwana benu izipho ezinhle, kakhulu kangakanani uYihlo osezulwini uzakubapha abacela kuye uMoya oNgcwele.”

Lithini iphuzu laKhe lapha ? UNkulunkulu ukuthanda kakhulu kangaka ngangokuthi akafuni uyihambe wedwa  lendlela enamatshe ahlabayo ebizwa ngokuthi yimpilo .Ufuna ukuthi ufune ,ucele ,ungqongqoze nsuku zonke .Futhi njengabo bonke obaba abahle ,uzokunika okuhle kunakho konke  – uMoya waKhe oNgcwele .Uqobo lobuKhona baKhe kuwe . 

UJesu unamandla kakhulu ,aze agcizelelize ngokwaleliphuzu elinamndla ukukutshela ukuthi awufanele neze ukuyihamba wedwa lendlela .Nanso lapho ikhona ! 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..