... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Into Ongayenza EGetsemane

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 26:36 Khona uJesu wafika nabo endaweni ethiwa iGetsemane, wathi kubafundi: “Hlalani lapha, ngisaya kukhuleka laphaya.”

Listen to the radio broadcast of

Into Ongayenza EGetsemane


Download audio file

Indaba kaJesu ezilahla  phansi  ebubula osizini ekhuleka ensimini yaseGetsemane andukuba aye ekubethelweni ,akuyona neze indaba emnandi ,ephephile ,elula nje.Iyingozi .Inzima …iphonselana inselelo.

Ngolunye usuku ngangikhuluma nomshuthi wezithombe odumile u-Ken Duncan mayelana nohide lwezithombe azifaka encwadini yakhe;ethi, “Where Jesus Walked”.

Manje esinye sezithombe esathatha amehlo ami   yilesi asithatha engadini yaseGetsemane ,indawo lakhona uJesu akhuleka ngaphambi kokuba akhashelwe  abethelwe .

Kulengadi kuneminqumo yamafutha.Ebukeka ingemdala nengeyoqobo.Empeleni uDuncan wangitshela ukuthi kunamathuba amaningi ukuthi yiyo kanye leminqumo uJesu ayethandaza ngaphansi kwayo .

NgokukaMathewu 26:36,39 Khona uJesu wafika nabo endaweni ethiwa iGetsemane, wathi kubafundi: “Hlalani lapha, ngisaya kukhuleka laphaya.” Waqhubeka ingcosana, wawa ngobuso bakhe, wakhuleka wathi: “Baba, uma kungenzeka, akudlule kimi lesi sitsha; nokho kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba uthanda wena.

Yingakho nebala ibukeka imidala .Mangase kuthiwa iyakhuluma.Eminyakeni engu 2 000 isakhona.Futhi zikhathi zonke ,umyalezo onamandla eyawubona uphinyiselwa ngaphansi kwayo ,awukakaguquki.UJesu wafa esiphambanweni ngami nawe ukuze akhokhele inani lokulahla kwethu uNkulunkulu.

Futhi ngesikhathi ngisabuka lezozihlahla esithombeni,zibukeka zimi laphaya njengofakazi basendulo ,njengesimemo esiphilayo somyalezo owakhulunywa ngaphansi kwazo.

UJesu wafa wavuka ngenxa yakho.Intethelelo yaKhe ,umusa waKhe ,isihawu saKhe singawe.Isimemo size kuwe sihlobo sami.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge