... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Nangu Umehluleli

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 7:4,5 Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho;’ bheka, ugongolo lusesweni lakho. Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho, khona-ke uzakubonisisa ukukhipha ucezwana esweni lomfowenu.

Listen to the radio broadcast of

Nangu Umehluleli


Download audio file

Yah ,emhlabeni kugcwele abantu abangekho perfect futhi yebo,okuthi uma ingcindezi ikhula sigcina singenkamunkamu ngabo sesicikeka.Kodwa okuthi lokho uma kuqhubeka ,kusuke kwanda nobubi ngakho.Ngakho sewake wazibuza ukuthi bacabangani ngawe ,ngesikhathi usacikekile yibona ?  

Asethembeke ,umhlaba uyakuzonda ukuzenzisa.Futhi uma kuthiwa bekungaya ngeqiniso ,mina nawe asinakulangazaleli  lutho ngabo…inqobo uma kuseyibona abanjalo.Ngiqonde ukuthi ngokokuchaza  yibo abangabazenzisi ,hhayii mina hhayi wena.Lutho sanhlobo

Sewake wamshayela i-hoot omunye umshayeli ekushintsheni kwakhe olayini emgaqweni engazange akhombise useyabashintsha ,engasebenzisanga i-indicator yakhe? Bese kuthi emzuzwini engemngaki kade ubhekene nalokho ,uvese uzithole nawe sewenza ncimishi njengaye !

Mina kuke kungenze.Outchh.Umzenzisi.

UJesu uthi  ,ungahluleli abanye ,ukuze noNkulunkulu angakwahluleli.

Kodwa wayazi ukuthi ukuzenzisa ezinhliziyweni zethu kuyoba nzima kakhulu ukukugudluza,ukuthi kuyodinga isifundiso esinqala ,ngaphezu kwalokho nje.Ngakho wavese waqhubeka wabadubula ngalamagama   nathi futhi aqonde kithi ngqo:

NgokukaMathewu 7:4,5 Ungasho kanjani kumfowenu ukuthi: ‘Ake ngikhiphe ucezwana olusesweni lakho;’ bheka, ugongolo lusesweni lakho. Mzenzisi, khipha kuqala ugongolo esweni lakho, khona-ke uzakubonisisa ukukhipha ucezwana esweni lomfowenu.

Yebo impela …soze walokotha ukuhlanekezela lokhu akuchaza la ,ubungalokotha yini ?

Futhi into esengike ngayiqaphela yile yokuthi uma sizibeka njengabahluleli,nezimantshi nabashushisi,kugcina kuyithi esiphila impilo yethu sidumele.Kushanela impilo yethu ,ndlelanye  nakubantu esiphila nabo .

Futhi ngale kwalokho….umhlaba uyamzonda umzenzisi.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge