... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ngesivinini Noma Kancane

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 6:16-18 Futhi nxa nizila ukudla, ninganyukumali njengabazenzisi; ngokuba bona banyakamisa ubuso babo, ukuze babonakale kubantu ukuthi bazilile. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo. Kepha wena, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho,ugeze ubuso bakho, ukuze ungabonakali kubantu ukuthi uzilile kodwa kuYihlo osekusithekeni; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.

Listen to the radio broadcast of

Ngesivinini Noma Kancane


Download audio file

Kubantu abaningi indaba ye-weight yomzimba iyisihloka  esithintanayo.Uma kungukuthi uyingxenye yalabo abomelele njengendlanzi ,ngiyakubongela.Kodwa iningi lethu alinjalo. Abantu  badla balomokohlele kwasani kulezinsuku…uNkulunkulu ,yebo uNkulunkulu ukhathazekile ngemizimba yethu  asiphe yona ngamunye ngamunye emangalisayo.

Kulezinsuku esikuzo kubukeka ukudla kuyiziduli zabasali. Yebo khona ngiyazi ukuthi kunabantu abasondela kwi –billion abaphila endlaleni.Kodwa ngesikhathi besabhuqwa yindlala ,iqiniso lithi iningi lethu liya ngokuya liba zitetelegu ngenxa ye –access eningi yokudla .

Lesihloko siyangishukumbisa  impela .Manje ngenxa ye-supply  yokudla eningi  ,kwenza ukuthi abantu bangazikaleli futhi bangabambi ikhefu ukudla ukudla.Okugcina sekwenyusa umumatho wokulawuleka  emzimbeni ,sigcine sesikhuluphala kweqe.Kuyinto le ede  iqhubeka yenzeka .

Kuleliqiniso lempilo yezindimbane zokudla esiphila kuyo ,indaba yokuzila ukudla iyinganekwane .[Ingqondo ivese ithi angikwazi ukuzilambisa ukudla kungaka!!]  Futhi manje sithola ukuthi uNkulunkulu kukaningi ekhuluma  ngokuzila ukudla .Kaningi impela!

NgokukaMathewu 6:16-18 Futhi nxa nizila ukudla, ninganyukumali njengabazenzisi; ngokuba bona banyakamisa ubuso babo, ukuze babonakale kubantu ukuthi bazilile.

Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo.

Kepha wena, nxa uzila, gcoba ikhanda lakho,ugeze ubuso bakho, ukuze ungabonakali kubantu ukuthi uzilile kodwa kuYihlo osekusithekeni; noYihlo obona ekusithekeni uzakukuvuza.

Yebo,ukuzila ukudla ngezinhloso ezinhle kuyindlela enamandla yokusondela kuNkulunkulu.Kodwa manje sesiyazi futhi ukuthi kulesikhathi esikuso esinezindimbane zokudla ,ukuzila sekulusizo isibili nangokwezempilo uqobo ngaphezu kokomoya.

Lenhlakanipho endala kaNkulunkulu .Ayisoze yaguga . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge