... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Nginike Isibonakaliso

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 8:11-13 Khona kwafika aBafarisi baqala ukuphendulana naye befuna kuye isibonakaliso esivela ezulwini ,bemlinga.Wabubula emoyeni wakhe ,wathi : ‘Lesizukulwane sifunelani isibonakaliso na ? Ngiqinisile ngithi kini lesi sizukulwane asiyikunikwa sibonakaliso.’ Wabashiya wabuye wangena emkhunjini ,wamuka waya ngaphesheya.

Listen to the radio broadcast of

Nginike Isibonakaliso


Download audio file

Kuyalingana kwesinye isikhathi ukucela uNkulunkulku azibonakalise uqobo lwaKhe ,ikakhulukazi lakhona impilo inzima  kusesimweni esibukeka sengathi usadukile akatholakali uqhelile kuwe. “Nkulunkulu ngikhombise isibonakaliso .ngikhombise ukuthi ukhona uyaphila .” Kodwa ezikhathini eziningi lowomqondo awuhambisani kahle naYe.

Sewuke uqaphele ukuthi zingakanani izimpawu zomgwaqo ezikhona kulezinsuku ? Inqwaba ngiyakutshela.Yima ,Linda,qaphela lokhu …nalokhu ,hamba ,hamba kancane ,shesha.Azizibeki zonke zisobala.

Kunesikhathi lakhona uJesu waphuma wayokwenza izimangaliso eziningi.Wayephulukisa abantu akhiphe  amademoni,wasuthisa abayizinkulungwane ngofishi nje abambalwa nezinkwa ,wahamba phezu kwamanzi ,wathulisa isivunguvungu.Abantu babekubiza lokhu ngezibonakaliso,izibonakaliso ezabe ziqinisekisa ukuthi nebala unguMesiya.

Futhi lezibonakaliso lezimpawu zazithi azifane ncimishi nalezo zomgwaqo wawungeke ungaziboni.Kodwa manje ngolunye usuku….

NgokukaMarkhu 8:11-13 Khona kwafika aBafarisi baqala ukuphendulana naye  befuna kuye isibonakaliso esivela ezulwini ,bemlinga.Wabubula emoyeni wakhe ,wathi : ‘Lesizukulwane sifunelani isibonakaliso na ? Ngiqinisile  ngithi kini lesi sizukulwane asiyikunikwa sibonakaliso.’ Wabashiya wabuye wangena emkhunjini ,wamuka waya ngaphesheya.

Ngempela babengabonanga izibonakaliso ezanele?  Babesafuna ezinye ngenkani ukuze uMesiya abaqinisekise  unguye ngempela yini?

Manje uyabona mangase sisho ngolwimi lwesingisi ,lezinhlamvu ezithi “GOD” uziphendukezele  zikunika  izinhlamvu zegama elithi : “dog”[inja] …manje angikutshele sihlobo sami uNkulunkulu akasona  nhlobo isimaku esizolokhu sisidlalisa sithi asenze okuthandwa yithi .Akazenzi izimangaliso ngoba nakhu ejusthwa yithi simenze usomlingo njengoba labaholi bezenkolo babe m-demander abanzele.Babefuna ukuphendula uMdali abe wuMdalwa ozodlalwa yibo bamdlalise u masgcozi la.

Phaphama .UJesu akadanseli sginci samuntu . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge