... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukubhabhadisa ngoMoya oNgcwele

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaLukha 3:16 uJohane waphendula, wathi kubo bonke: “Mina kambe nginibhapathiza ngamanzi, kepha uyeza onamandla kunami engingafanele ukuthukulula umchilo wezicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo

Listen to the radio broadcast of

Ukubhabhadisa ngoMoya oNgcwele


Download audio file

UBuKhrestu abuyona inkolo –abulona uhide lwemithetho ekleliswe ukuba uyilandele –abungakho  kakhulu njengomshado oyisakhiwo esihlanganiswe yimithetho eqotho.Cha ,njengomshado ,uBuKhrestu bungubudlelwane lakhona kuguquka ukwenza kwethu ngoba uthando silucobelelana noNkulunkulu .Umehluko mukhulu ke lapho !

Ngake ngabona udweshu olukhulu kwi-ministry yaMaKhrestu ,kwakungachazeki indlela abantu ababeziphatha ngayo.Okwathi ngalokho kwehluleka ,kwangenza ngakhumbula ukuthi kusemqoka kangakanani ubudlelwane .

Ubudlelwane bunjengama Bridge  esiwakhayo ezinhliziyweni nasempilweni yomunye nomunye ,ezikhathini ezinhle nezimbi,ama-bridge enzelwe ukuba ame eqinile esikhathini sezivunguvungu ezifikayo.

Ungaqiniseka ukuthi ,kunzima ukwakha amabridge aqinile kanjalo ,kodwa ezikhathini sekuvunguza izivunguvungu ,kumnandi kangakanani ukuba nobudlelwane obukwaziyo ukumelana nezivivinyo ? Into yokuqala ngqa uJohane uMbhabhathisi ayisho ngoJesu ,yile :

NgokukaLukha 3:16 uJohane waphendula, wathi kubo bonke: “Mina kambe nginibhapathiza ngamanzi, kepha uyeza onamandla kunami engingafanele ukuthukulula umchilo wezicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo

Manje lokho kwabe kuyinto ehlukile ngamalengiso ukuyisho kulesosikhathi,ngoba kuze kube yiso ,uMoya kaNkulunkulu wawukade unikwe kubaholi nabaphrofethi abathile abayidlanzana abakhethiwe .

Okugcina kubukeka ngukuthi uNkulunkulu unohlelo  lokwakha ubudlelwane obunamandla  nathi ngamunye ,ngokusicwilisa kuMoya waKhe oNgcwele .Yilokho kanye okuchaza ukubhabhathiswa ,ukucwiliswa emanzini ,ushone phansi kuwo futhi kusho ukuguqulwa ngokuphelele entweni ethize.

Kuloludaba ,kuyicebo likaNkulunkulu ukusicwilisa ,asishonise phansi emanzini futhi asiguqule ngokuphelele ngokuthululwa koMoya waKhe  phezu kwethu.Lelo yi-Bridge elakhiwa ngokuhlupheka kweNdodana yaKhe .Kungubudlelwane obuyoma ingunaphakade.

Bhabhathiswa – ucwiliswe ,umatiswe futhi uguqulwe ngokuphelele – kuMoya oNgcwele . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge