... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Umfula Wome Nkwe

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 7:37,38 Uma ekhona owomileyo, akeze kimi, aphuze. Okholwa yimi, njengokusho kombhalo, esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi aphilayo.”

Listen to the radio broadcast of

Umfula Wome Nkwe


Download audio file

Mina nawe sivamisa ukuqinisa ubuso ,ngisho nala khona izinto ngaphakathi kithi ,ekujuleni kwenhliziyo yethu esiphila khona,zingahambi ngendlela okufanele ngayo .Ngakho namhlanje sizoke sijule ,siyeke phezulu sedlule olwelwesini ,ngoba ngenhliziyo yami yonke ngikholwa ngukuthi uNkulunkulu unotho analo ngawe namhlanje.

Angazi noma kuke kwenzeke lokhu kuwe ,kodwa kwesinye isikhathi kulula ukuzizwa  sengathi womile uphelelwe yiwo onke amandla ,kuze kube sengathi upheshulwa ngumoya ,awusenamandla akhona kuwe.

Sonke sibile endaweni enjalo .Noma ngabe yini le esiyenzayo empilweni ,ekhaya  noma emsebenzini,side sikhipha sikhipha sikhipha ,okugcina kuqede nya umdlandla wegazi okithi .

 Konke lokhu kuqhubeka sikhipha okukithi ,komisa impilo kithi ngisho kungathiwa uthatha ikhefu uku-recharger lama battery akho ,kodwa ndlelalana thizeni ,emzweni yenhliziyo ngisho kwamoya,usengaqhubeka ukuzwe lokhukukhathala  nokuzizwa u-empty.Umuzwa wokuzizwa kusengathi unokuningi okudingeka kuwe kulomhlaba  ,ngaphezu kwamandla onawo .

Ungumama ,khona lapho futhi uxakwe yi-teenager yakho  nanku nomsebenzi nawo la nezinto zawo.Kumbe ungubaba ozibona njengoletha ukudla ekhaya ,uthole ukuthi usubambelele ngentambo kakotini emsebenzini wakho  osekubukeke sengathi yinto obhekene nayo ingunaphakade .Futhi uyazizwa ukhathele lokhu kwempela.Sewusibekezelele kwanela isimo.

Uvuke uzizwe ukuthi lomfula ushile manje .Awusanawo amandla okuhlabela phambili.Futhi uyazi ngeke ukukholwe ukuthi ,uNkulunkulu uyakuzwa lokho okukho.Ngokuphelele unesisombululo ngawe.UJesu ubeka kanje :

NgokukaJohane 7:37,38 Uma ekhona owomileyo, akeze kimi,aphuze. Okholwa yimi, njengokusho kombhalo, esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi aphilayo.

Impendulo ayikuthethisi ukuba ngontekenteke .Impendulo akusikho ukusebenza kakhulu kunakuqala  uze ushelwe umfula wamanzi omdlandla wakho.Impendulo nguJesu.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge