... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Usukulungele Ukumukela?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isaya 9:6 Ngokuba sizalelwa umntwana ,siphiwa iNdodana,umbuso uyakuba semahlombe akhe,negama lakhe liyakuthiwa ;UMluleki omangalisayo.uNkulunkulu onamandla ,uYise ongunaphakade.

Listen to the radio broadcast of

Usukulungele Ukumukela?


Download audio file

Ukhisimusi uchaza izinto ezihlukene kubantu abahlukene abaningi.Kwabanye wumgubho omkhulu,kwabanye yisikhathi somzwangedwa,kwabanye yisikhathi sokusebenza….kuwe uKhisimusi uzoba yikuphi?

Manje,nakhu la esesikhona sesithe  cababa esontweni likaKhisimusi,sisaphinde senze zonke lezozinto zikaKhisimusi futhi.Manje  nanku umbuzo enginawo ,ngakube sewulungele? Cha,mina angikhulumi ngokuyokhithiza ezitolo ,nokuthenga izipho,izibiliboco ziokaKhisimusi ,kunye nemihlobiso.Lokho kuhle akunacala ,kodwa indaba ayikho lapho okwamanje ,akunjalo?

Mina engifuna ukukwazi ukuthi ngakube ekujuleni kwenhliziyo yakho usukulungele ukumukela isipho esikhulu ,esingaphezu kwezipho zonke esake saphiwa zona ,ngoba ekugcineni kosuku yilokho kanye uKhisimusi ongakho.

Eminyakeni ela ko 700 phambi kokuba uJesu azalwe,u-Isaya waphrofetha ngokuza kwakhe ,ngendlela eyinhlabamxhwele ,okusengathi wayevese esefikile : Isaya 9:6 Ngokuba sizalelwa umntwana ,siphiwa iNdodana,umbuso uyakuba semahlombe akhe,negama lakhe liyakuthiwa ;UMluleki omangalisayo.uNkulunkulu onamandla ,uYise ongunaphakade.

Kuluhla lobuciko beqophelo eliphezulu lobu,akunjalo? Umntwana,indodana,uMeluleki omangalisayo,uNkulunkulu onamandla….ake ume kancane.Ume nje khona lapho! Uqeda kuthini u-Isaya?

Ukuthi uNkulunkulu Onamandla uyozalwa kulomhlaba.UYise Ongunaphakade,INkosi Yokuthula. Soze kwaba nencaphephe yephutha ,lutho ngisho encane.Lesi yisiphrofetho sokuzalwa kukaNkulunkulu kulomhlaba,uNkulunkulu ephenduka eba ngumuntu,abe ngomunye wethu,aphile nathi ,aziveze kithi,asifele.Yilokho kanye uKhisimusi ongakho.Ngakho ngicela ukuphinda ngikubuze.Usukulungele ukumukela isipho esikhulu kunazo zonke esake saphiwa sona?

Uma ungalungele ,lungela.UKhrestu uyabuya .

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge