... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Amadlelo Aluhlaza

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 10:7-9 Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye; ngakho abasebabili, kepha sebenyamanye. Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu makungahlukaniswa ngumuntu.”

Listen to the radio broadcast of

Amadlelo Aluhlaza


Download audio file

Sihlale imvamisa sicabanga ukuthi umshado uyisakhiwo esihloniphekile ,kodwa okuthi singafika kuwo sivese sibone ukuthi ungumhlaba ongakanyathelwa ongacabiwe.Ukwazi ukugcina unzima kakhulu umshado ,abanye baze baphonse ithawula .Kodwa lokho akukaze sanhlobo kube wuhlelo lukaNkulunkulu.

Umshado ungobunye bobudlelwane boluntu obuhle nobuyigugu ukwedlula bonke obunye.Lakhona umkhwenyana nomakoti bezinqumela ukuzehlukanisela ukwethembeka komunye nomunye.Futhi yilokho kanye uNkulunkulu ayekuhlosile ngomshado.

Kodwa noma ubani oshadile ,uyazi ukuthi lokhu engikushoyo kunezikhathi lakhona kunzima.Kwezinye izinsuku kunokuphikisana .Kwezinye izisnuku kunokuphoxeka.Kwezinye izinsuku kunobuhlungu kunkenkethe.

Futhi khona kunjalo kumile lokho kulicebo likaNkulunkulu njengokuba sifunda ukuthi uthando aluhlali lu-wina zikhathi zonke .Omunye umbhali weculo ubeka athi : Uthando aluwona umviliyelo[i-march] yokunqoba.

Kodwa kwezinye izikhathi ,indoda nonkosikazi  bayelutheka bakhohliseke qede bese isilingo samehlo siqale selule  intamo njengendlulamithi qede sibuke amanye amadlelo aluhlaza akude.Ithi inhliziyo :  ngeke cishe ukhona omunye engingamthola ongcono kunalo enginaye .Mhlawumbe ngiyoba….

Nakhu uJesu akusho ngomshado:

Mark 10:7-9   Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye; ngakho abasebabili, kepha sebenyamanye. Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu makungahlukaniswa ngumuntu.”

Ukuhlabela phambili uye “kulawomadlelo aluhlaza” angikutshele sihlobo sami kubiza ukuthi kuklebhuke lokhukunamathelana ,engicela ukukutshela ukuthi leyongxenye ngenkathi kuklebhuka kunobuhlungu obenzakayo nokulahlekelwa okungenakuchazwa ngamazwi ,okuthi mase lentamo yendlulamithi usuyilulele kulemithi ekude ,okuyilapho ofike ubone ukuthi lutho akukho madlelo aluhlaza la. Kulowomzuzu usufike kwangqingetshe .

Bengingafisa nami ukuzisho ngokokuthi ngiyindoda e-perfect ,kodwa lutho angikho perfect.Ngisho nonkosikazi wami emuhle enjalo ,kodwa naye futhi akekho perfect.Kodwa sobabili sinalentshisekelo yokukhula ndawonye sibe badala.Okuyilokho kanye uNkulunkulu akuhlosa.

“Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu makungahlukaniswa ngumuntu.”

Hlala wazi lokhu sihlobo sami : amadlelo awahlali eluhlaza ngale kwentaba .

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge