... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Amagundane Amathathu Angaboni

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 KwabaseKhorinte 12:4-6 Kepha kukhona iziphiwo zomusa ezahlukeneyo, kepha nguye lowo Moya. Kukhona izinkonzo ezahlukeneyo, kepha yiyo leyo Nkosi. Kukhona imisebenzi yamandla eyahlukeneyo, kepha nguye lowo Nkulunkulu osebenza konke kubo bonke.

Listen to the radio broadcast of

Amagundane Amathathu Angaboni


Download audio file

Sewake uzibuze ngokuthi ,kwenziwa yini omunye umuntu abone izinto mina engingakwazi ukuzibona ? Kungani mina ngingazibonanga?  Yini ngempela inkinga yami? Akusiyo into engejwayelekile leyo.Siphuma kulokho kuzibuza sigcwele ukuzizwa singaphelele kahle.Kodwa manje kaze besingathini uma kungukuthi   bekuvele kufanele kube kanjalo?

Eminyakeni  edlule mina nozakwethu saqala elinye ibhizinisi.Kwakumnandi kakhulu ukungena kulo ….kodwa okwakuhlabana umxhwele kakhulu kwakungamaqhaza ngamunye  esabe siwabamba ngokuhlukana kwethu.

Lozakwethu nguye owabe enombono walelibhizinisi.Uwuhlobo lomuntu ,ovamisa ukubona izinto iningi lethu elingaziboni .Ngesikhathi eqala ukuyixoxa le-idea angikwazanga ukuyibona ngalesosikhathi.Kahle hle kwangithatha eside isikhathi ukuyibamba .

Besokuzothi kwakunomunye futhi uzakwethu kulelibhizinisi –yena ukhaliphe kakhulu ekuhleleni izinto nemicimbi ,nokuba neso lokubona kude nezinto ezidingeka ukwenza kwenzeke .Wabona izinto mina engingazibonanga.

Mina …ngabe ngingumuntu owayebhale umhlandlela womsebenzi futhi ngaqinisekisa uyenzeka  ukuze le –project iye phambili .Kodwa labozakwethu ababili bona babengaboni konke lokhu amehlo ami ayethe njo kukhona.

Kahle hle kwagcina kungathithi sobathathu ngamunye ,sabe siyilawomagundane amathathu angaboni .Kwakuhlwile kwaza kwaba ngukuthi sithe masesihleli phansi sibukisana kahle ,sase sicaca lesithombe sesiphelele.

Futhi ngicabanga ukuthi yiyona ndlela leyo uNkulunkulu ahlela  ngayo ukuba kube yiyona.Kucabange lokho.

1 KwabaseKhorinte  12:4-6 Kepha kukhona iziphiwo zomusa ezahlukeneyo, kepha nguye lowo Moya.

Kukhona izinkonzo ezahlukeneyo, kepha yiyo leyo Nkosi.

Kukhona imisebenzi yamandla eyahlukeneyo, kepha nguye lowo Nkulunkulu osebenza konke kubo bonke.

Akekho noyedwa kithina okwazi ukwenza konke eyedwa.  Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge