... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Anginaso Isiqineseko

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 Johane 5:13-15 Nginilobele lokho, ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu. Yilesi sibindi esinaso kuye sokuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa. Uma sazi ukuthi uyasizwa noma sicelani, siyazi ukuthi sinakho esikucelileyo, esikucele kuye.

Listen to the radio broadcast of

Anginaso Isiqineseko


Download audio file

Izolo sikhuleke umkhuleko ndawonye –umkhuleko wokunikela izimpilo zethu kuJesu –konke esiyikho ,konke esinakho,wonke amathemba nawo onke amaphupho .Kodwa mhlawumbe kungenzeka usunemicabango eminye yesibili esikufikela .

Jesu izolo nginikele impilo yami kuwe kodwa ukukutshela iqiniso,namhlanje anginaso isiqiniseko.ngivuke maphakathi nobusuku ,ngijuluka ngazibuza ukuthi yini ingempela le engiyenzile ?

Angiyena umuntu  wezenkolo samdlalo.Ngibe sengicabanga ukuthi uma unguNkulunkulu ,sewuvese uyakwazi lokhu .Lokho kunzima eyyi ! Futhi Nkulunkulu uyazi ukuthi kwenzakalani.Ekujuleni kwenhliziyo yami ngikufuna kakhulu ,kodwa emicabangweni yami ngizizwa sengathi ,uyabona njengomuntu mayevuka azizwe esanobuthongo ewela kuyo ingubo? Yileyo ndlela kanye engizizwa ngiyiyo  ekhanda lami.

Ngikunikile konke .Yonke impilo yami.Futhi angazi ukuthi lokho kuzochazani .Ngakho,Nkulunkulu ngicela nje ukukubuza namhlanje ,ukwenza into ezongenza ngikholwe.Ngizwa lababantu bekhuluma ngokholo –i-faith kodwa kwezinye izinsuku kimi akukho lula .Ngakho Nkulunkulu ngicela ungisize ukukholwa .Egameni likaJesu .Amen.

Sonke siyaba nakho ukungabaza izikhathi ngezikhathi ….kodwa nanti iqiniso.

1 Johane 5:13-15 Nginilobele lokho, ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu. Yilesi sibindi  esinaso kuye sokuthi, uma sicela utho ngokwentando yakhe, uyasizwa. Uma sazi ukuthi uyasizwa noma sicelani, siyazi ukuthi sinakho esikucelileyo, esikucele kuye.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge