... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

-excellence ihlale iyinto ecokeme eyedlula konke .

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Daniyeli 6:1-3 Kwaba kuhle kuDariyu ukubeka phezu kombuso izikhulu ezingu 120 ebeziyakuba sembusweni wonke .Phezu kwazo wamisa abongameli abathathu ,uDaniyeli engomunye wabo,ukuba izikhulu zibike kubo,ukuze inkosi ingalimali ngalutho.Khona uDaniyeli lo wabadlula abongameli nezikhulu,ngokuba umoya ophakemeyo wawukuye ,inkosi yayicabanga ukummisa phezu kombuso wonke.

Listen to the radio broadcast of

-excellence ihlale iyinto ecokeme eyedlula konke .


Download audio file

Abantui  abenza izinto ngezinga elicokemeyo bayindlala kulezisnuku.Ngicabanga uyababona lababantu engikhuluma ngabo.Labo abashaya into ephakeme kunoma yini nje ,inqobo mayike yathintwa yizandla zabo,kungakhathalekile kukhona obabukayo noma qha.

=-

Ngike ngashintsha i-insurance yemoto yami phambilini ngashintshela kwinkampani eyangenzela uku-saver okungu half wale ebengiyikhokha ngonyaka.Manje ,umcabango ungathi : hawu! Kushukuthi phela ngaleyomali lenkampani izokwenza i-service engacokeme.I

Kodwa kwangimangaza  ngamhla ngikhuluma nebhungu lakulenkampani ngocingo.Lelibhungu lalikhaliphe kakhulu – ngiqonde mina umuntu ohlakaniphe ngendlela emangazayo.Ngathuka kakhulu.

Ake ngikubuze kunini lakhona uzwe umuntu encoma i-customer service eyenziwe yi call centre ye-insurance yemoto yakhe ? Kuyathukela ….yingakho nami lensizwa angikaze ngime ukuxoxa ngayo .Iphuzu lapha yingoba ,emhlabeni ogcwele ukwenza izinto ,uzenze nje ngokunganaki ,lokho kwenza i-excellence ime ithi thwi igqame .Okuthi akufane ncimishi njengakuDaniyeli ,lakhona inkosi …..

Daniyeli  6:1-3 Kwaba kuhle kuDariyu ukubeka phezu kombuso izikhulu ezingu 120 ebeziyakuba sembusweni wonke .Phezu kwazo wamisa abongameli abathathu ,uDaniyeli engomunye wabo,ukuba izikhulu zibike kubo,ukuze inkosi ingalimali ngalutho.Khona uDaniyeli lo wabadlula abongameli nezikhulu,ngokuba umoya ophakemeyo wawukuye ,inkosi yayicabanga ukummisa phezu kombuso wonke.

Noma ngabe kwakudala noma kunamhlanje ,okuyikho ngukuthi i-excellence ihlale iyinto ecokeme eyedlula konke .

inkosi yayicabanga ukummisa phezu kombuso wonke.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..