... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Imithetho, Imithetho, Imithetho

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Thithu 3:6,7 NgoMoya oNgcwele amthelayo kakhulu phezu kwethu ngaye uJesu Kristu uMsindisi wethu, ukuze silungisiswe ngomusa wakhe, sibe yizindlalifa zokuphila okuphakade ngokwethemba.

Listen to the radio broadcast of

Imithetho, Imithetho, Imithetho


Download audio file

Angazi kunjani kuwe,kodwa mina nje bandla angimuhle kahle ekulandeleni imithetho.Anginakho impela.Okungakho eminyakeni eminingi lento yobuKhrestu kimi yayiynto engangihehi,ngiyibukela kude.

Abantu abaningi,nami ngiyazibala lapho,bazitshela ukuthi ubuKhresti yinto engondendende lwemithetho engapheli,buyinkolo ecindezalanayo.Yilokho engangikufundile ngesikhathi ngisakhula,okuncimishi naleyondoda yase-Rwanda eyangibhalela lenkulumo phambilini nge email: Kubukeka sengathi kimi uhlobo lobuKhrestu engangilufunidisiwe  kusukela ngineminyaka engu 5 [manje sengino 62] buhlukile ngamalengiso kulobu obufundisayo.Kuningi engingakutshela ngakho ngezifundiso zezenkolo esengibhekene nazo empilweni yami ,kodwa ukusho ngamafuphi nje ukuthi ,lokhu okufundisayo yikho kanye ebengikucinga ngishoda ngakho .

Ukwazi ukuthi sonke : esinsundu nabamhlophe ,AmaHutu namaTutsi ,sonke siyizoni nokuthi uKhrestu wasifela sonke ,ukuze sibuyisane noBaba oseZulwini ,lokho kunginika impilo nethemb’elisha.

Isizathu esenza lobaba kukhanye kuthi bha kuye ,yingoba ngalesosikhathi ngangifundisa ngalendima esezibhalweni: Thithu 3:6,7 NgoMoya oNgcwele amthelayo kakhulu phezu kwethu ngaye uJesu Kristu uMsindisi wethu,  ukuze silungisiswe ngomusa wakhe, sibe yizindlalifa zokuphila okuphakade ngokwethemba..

Kuya ngokuya kukhombisa ukuthi engangikufundile ngokukholwa kwakungesikho ngingakazani noKhrestu.Kubukeka kuwukuthi lendoda yaseRwanda eyayikufundisiwe kwakungeyikho.Indaba ayingakho ukulandela uhide lwemithetho ,kodwa  ingokumukela umusa kaNkulunkulu.

Futhi okuthi uma sithola umusa kaNkulunkulu kuJesu Khrestu ,nebala,kusinika ukuphila nethemb’elisha.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge