... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Impilo I- Unfair

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFesu 2:8,9 Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; nalokhu akuveli kini, kuyisipho sikaNkulunkulu; akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo.

Listen to the radio broadcast of

Impilo I- Unfair


Download audio file

Anginaso isiqiniseko noma sewake wakucabanga lokhu ngalendlela,kodwa yonke lendaba yomusa…i-unfair ngokungakholakaliyo.Ayinabulungiswa.UJesu ,umuntu omsulwa,wafela ukukhokhela inani lesono sami nesakho.Uma bengingathi lokho akukho unfair ,angazi kuyini! Kwesinye isikhathi ,impilo ayibukeki i-fair ,akubinjalo?

Ndlelana thizeni omunye enze oku-wrong bese kuthi ndlela thizeni ,kusibangele ukuthi silahlekelwe yinto ebesiyifuna ngempela ….lokho ku unfair ngempela! Kuyenzeka njalo empilweni,akwenzeki? Izinto zibe unfair ,bese siyakuzonda kakhulu ukudliwa yinduku ebingaqondene nathi -amachaphazelo.Siyakuzonda ukungabikho kobulungiswa.Akukho kuhle .Akumele bungabikho.

Ngakho ake ucabange nje  umzuzwana ukuthi unguNkulunkulu.Nebala uhleli uthe zi ebulungisweni ,ngoba yilokho kanye uNkulunkulu ayikho. Okuright ku-right kuYe ,oku wrong ku wrong.Kodwa uma uzobuka abantu abafana nami nawe  ubuke abantu obathandayo.

Umuzwa wakho wobulungiswa ukutshele ukuthi : “Bangigabhile.Abafanelwe bathole ukuphila okuphakade” .Kodwa inhliziyo kaBaba wakho oseZulwini ithi , “Ngiyabathanda kakhulu,ngifuna bezodla ingunaphakade benami.”

Yiyona mpambakwinci kaNkulunkulu ke leyo….Manje wenzenjani? Yebo nebala,wenza into e-unfair ngamalengiso.Uthumela iNdodana yakhe ukufela abafana nami nawe ,ukukhokhela inani lokuhlubuka kwethu,nokumlaxaza kwethu….izono zethu.Futhi okuthi mina nawe masikholwa nguJesu –kubiza lokho phaqa-uvese asivulele amasango eZulu masiza kuYe. Lokho-ke ku unfair ngokobuntu .UNkulunkulu ukubiza ngomusa.

KwabaseFesu 2:8,9    Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; nalokhu akuveli kini, kuyisipho sikaNkulunkulu;  akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge