... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isandla Esizokusiza

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Amahubo 68:19 Mayibongwe iNkosi iyasithwala imihla ngemihla,uNkulunkulu uyinsindiso yethu.

Listen to the radio broadcast of

Isandla Esizokusiza


Download audio file

Kuyachazana ukuthi sinomkhuba wokuhamba umgudu owodwa usuku nosuku.Indlela esibhekana nayo ngento ethile ihlale ingefanayo ,ngisho kungathiwa ayilethi mphumela ongcono.Ngisho kungathiwa leyondlela[response] igcina isiphetha kabi.

Uke waba sekunkuyankuyeni inkinga thizeni? Angazi ,mhlampe kungaba ukusebenza inkinga ethile,ukunqoba i-assignment ethile ,kumbe yi -meeting ebinzima idla ingqondo ,umsebenzi ,kumbe ukuyisa izingane esikoleni njalo ekuseni ,into nje oyenza izinsuku zonke ,kodwa uvese uthole ukuthi ngalolusuku ivese yabukhuni satshe ukwenzeka.

Kungani lokho? Kungani ngizishaya odongeni ngalendaba?

Ngicabanga sonke sesike saba kulesisimo .Uzithole ukuthi hhayi ke manje usudinga esinye isandla esizokulelekelela.

Kulezinsuku akwehli kahle kubantu  uma befunda incwadi kaGenesise ukuthi uNkulunkulu wenza u –Eva ukuba abe ‘ngumsizi’ ka Adamu.Kulesikhathi nasezinsukwini esiphila kuzo  ngamagama lawa angehli kahle kwabanye .

Manje kodwa uthola ukuthi lelogama elithi ‘umsizi’ lisebenza kaningi kabi kwi Thestamente Elidala ,liqondiswe kuNkulunkulu  ndlelanye ngokokuthi ‘ungumsizi wethu’.

Amahubo 68:19 Mayibongwe iNkosi ! Iyasithwala imihla ngemihla,uNkulunkulu uyinsindiso yethu.

Ake ukucabange lokhu nje ,lakhona  usuzishaya odongeni …ukwenza uphindelela lokhu! UNkulunkulu ulapho kanye, ukunye nawe ,ukulungele ,uzimisele futhi ukukusiza ,ngaleyonkinga kanye esikuxakile.Leyonto eyodwa nje esikusanganise ingqondo .Leyonto kanye  engafuni ukungena emseleni.

Hhayi ukuthi ngezinsuku ezithile nje.Kodwa zonke izinsuku.

 UNguNkulunkulu osisindisayo. Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge