... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuziphilela Unganaki – Umthandazo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 14:6 UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.

Listen to the radio broadcast of

Ukuziphilela Unganaki – Umthandazo


Download audio file

Uma ukhuleka ,ukhuleka kubani ? Kungabukeka kungumbuzo onhlanhlathayo ,kodwa  lokho esicabanga ukuthi uNkulunkulu uyikho,lokho kungubumqoka obukhulu.Singaya kuNkulunkulu  ngendlela eyiyo ,kumbe okungeyona .Ungubani uNkulunkulu kuwe?

Umkhuleko uyinto  emangazayo.Uhlololuvo  oluningi lukhombisa ukuthi abantu abangu 70%   bayathandaza okungenani kanye ngenyanga .Lokho kukhombisa ukuthi sebeke baya kuNkulunkulu- noma ngabe uNkulunkulu ungubani kubo  –  futhi ukhulumile kubo.

Kodwa ezikhathini eziningi ,iningi lethu ,siye sivese sidlule nje kuwona .Siziphilela lempilo yethu ngokwethu bese kuthi makuvuka izinto sivese sigijimele edolweni lomkhuleko.

Kodwa uJesu wenza i-claim enamandla .Wathi :

NgokukaJohane  14:6 UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.

Hle hle uJesu nguYe osho lokhu .Baningi onkulunkulu abantu ababakhonzayo ,kungaba ngamazwi noma bengaqondile,kodwa uyedwa phaqa uNkulunkulu

ophilayo,uYise  oseZulwini.Futhi akekho ongeza kuBaba ,akekho ngisho oyedwa ngaphandle kokuba akholwe nguYe ,abeke ithemba lakhe kuYe ,uJesu uqobo.

Phela mina uyazi ukuthi ngangiye ngicabange ukuthi lento yokuthi  ‘iyodwa phaqa indlela’,ingumcabango webandla elithile elikhulu  ngoba lizibona selizinzile kakhulu  linamalunga amaningi seliziqhosha ngalokho.

Kodwa ekugcineni kwagcina kungicacele ukuthi kwashiwo nguJesu uqobo.LowoJesu kanye owahlupheka kanzima,owafa kulesosiphambano ngami nawe .Kuliqiniso leli  alimela ngokunikela ngempilo yaKhe uqobo .

UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.. – UJESU Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge