... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isimo SoLuntu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaLukha 2:12-14 Nalokhu kuyisiboniso ,niyakufumana umntwana embesiwe ,elele emkhombeni.Masinyane kwaba khona kanye nengelosi ,uquqaba lwebanda lasezulwini lumdumisa uNkulunkulu luthi: “Udumo kuNkulunkulu kweliphezulu,nokuthula emhlabeni kubantu abathokozelwa nguYe.”

Listen to the radio broadcast of

Isimo SoLuntu


Download audio file

Kukangaki uzwe intshumayelo ekutshela ngoqobo lukaKhisimusi ,kulonyaka? Sizizamulele.Qede sidlulise lowoKhisimusi walowonyaka.Kuyishwa lokho ngempela.

Kufika isikhathi lakhona kulempilo imatasa injalo ,kuvele nokuzibuza ukuthi : Ngizokwenzani kulomhlaba? Kungani ngiphila? Kukuphi ukuneliseka kulempilo?


,icebo lasemaPhakadeni likaNkulunkulu lazalwa .Eminyakeni engaphezu kwengu 2000 eyedlule ,ebusuku obabe bucwebile.INdodana.Futhi okwathi ukukhala kwakhe ngokokuqala ,okwaba wumsindo owedlula zonke izilwane ezazikulesositebela noma esibayeni ,kumbe mhlawumbe ukusikwa kukaMariya nezinhlungu zokubeletha ,ekwenzekeni kwakho konke lokhu ,uBaba oseZulwini wabuka phansi ebuka iNdodana yaKhe.

NgokukaLukha 2:12-14 Nalokhu kuyisiboniso ,niyakufumana umntwana embesiwe ,elele emkhombeni. Masinyane kwaba khona kanye nengelosi ,uquqaba lwebandla lwasezulwini lumdumisa uNkulunkulu luthi: “Udumo kuNkulunkulu kweliphezulu,nokuthula emhlabeni kubantu abathokozelwa nguYe.”

Engabe  yimuphi umuzwa ayenawo uNkulunkulu uBaba? Intokozo engakhulumekiyo ekuboneni uhlelo lwaKhe ngoluntu luqala ukufezeka ,bese kuthi manjalo ,egcwele ubuhlungu bokuphatheka kabi ngobunzima iNdodana yakhe esazohlupheka ngabo.

Kodwa ngakho konke lokhu okwabe kuqhubeka enhlizyweni yaKhe enamandla ,kulobobusuku,uNkulunkulu wayekhuluma kuwe nami.Wayekhuluma uthando lwakhe olujulile .Wayehlile ,ehlele kulesositebela esisesithe singanakekile ,endaweni enganakekile ,konke lokhu ekwenza ngokusimemela ekukholweni yiNdodana yaKhe.

Impilo ingani ingempela ? Iqondephi? Kunezimpawu ezikhomba ukuba negeba lomgodi owutwa ,elakhiwa emphefumulweni wethu ,ngobuciko bukaNkulunkulu uqob ukuze lolutwa lugcwaliswe yispho .EsinguJesu.

Uyabona lokho ,yikho kanye uKhisimusi ongakho.Unezinseko ngawe.Wathumela iNdodana yaKhe ngawe.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge