... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuxoveka Komphefumulo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 9:21,22 Ngokuba wayethi phakathi kwakhe : “Uma ngingathinta nje ingubo yakhe ngiyakusindiswa” UJesu ephenduka wambona ,wathi : “Yima isibindi ndodakazi,ukukholwa kwakho kukusindisile.” Wasinda owesifazane kusukela kuleso sikhathi.

Listen to the radio broadcast of

Ukuxoveka Komphefumulo


Download audio file

Ngakho ngicela ukukubuza ngakube esemoyeni wokulungisela omunye uKhisimusi,noma cha? Mhlawumbe bonke abantu bayehla bayenyuka belungisela uKhisimusi ngenjabulo ,kodwa wena….mhlawumbe usenezinto obhekene nokuzenza futhi into yokugcina oyoyicabanga wuKhisimusi mase kulunge zona. Sewake wavuka ekuseni emva kokuthi ube nobusuku obukuqwashisile ?

Umphefumulo wakho usekuxovekeni,izingcindezi zempilo zide zinqwabelana kuwe ,kungekho okubukeka kuba ngcono.Uthole ukuthi bonke abantu bakhuluma ngoKhisimusi,uthi mawungena ezitolo uzizwele imikenenezo yamaculo kaKhisimusi….nemihlobiso icwazimulwa ….kodwa uthole ukuthi wena uphansi awunamuzwa kaKhisimusi .

Lokho kukhona kuyenzeka.Yimpilo leyo.Yonke imiculo nemihlobiso kaKhisimusi  nezipho namalungiselelo ngeke akuguqula lokho.

Yingakho uma sewuza kuJesu uyaluthola uqobo lwempela.Akezanga kulomhlaba ukuzoba amaculo kaKhisimusi ,kumbe ezoba yihlahla likaKhisimusi noma uJelly no Custard.Weza ukuzoba yikhambi lokwelapha impilo ,yebo ukuzoba nguMsindisi kulomhlaba,njengalowowesifazane okwase kuphele iminyaka ehluphekile ,kodwa kuJesu wakwazi ukuzithola.

NgokukaMathewu 9:21,22 Ngokuba wayethi phakathi kwakhe : “Uma  ngingathinta nje ingubo yakhe ngiyakusindiswa” UJesu ephenduka wambona ,wathi : “Yima isibindi ndodakazi,ukukholwa kwakho kukusindisile.” Wasinda owesifazane kusukela kuleso sikhathi.

Ngakho noma ngabe yini eqhubekayo empilweni yakho usabheke kuloKhisimusi ,ngena ekuphileni noJesu .Ngisho bekungathiwa kusekuxinekeni kokuthola usizo njengalowesifazane ….. Mangase nje ngiputshe ezixukwini  bese ngithinta ingubo yakhe ….kwambiza lokho kuphela.

githanda ukukukhuthaza namhlanje ukuthi umpintshe kulebusy kakhisimusi enjengezixuku kuwe ,letha imithwalo yakho kuJesu  noma ngayiphi indlela ongenza ngayo,unjengoba unguwena unjalo. Ngoba sihlobo sami yisona sizathu kanye asizela .Wezela wena.Yilokho kanye uKhisimusi ongakho.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge