... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ithikithi Lokukwazi Ukudlula

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaJohane 14:6 UJesu wathi kuye : “Mina ngiyindlela neqiniso nokuphila akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.”

Listen to the radio broadcast of

Ithikithi Lokukwazi Ukudlula


Download audio file

Kulezinsuku asisakuthokozeli ukukhuluma kuqondwe nje ,into ibekwe injengoba injalo .Sesize sithi ukuyilalisa kancane inkulumo ukuze ingabi yiqiniso loqobo lwalokhu eyikho.Kuze kube nanomqondo wokuthi yisidala leso ukubeka into injengoba injalo.

Kodwa sewake wazama ukugibela ibhanoyi ungenalo ithikithi kumbe ukuwela umngcele ungena passport? Akudingi uzube yingcweti yezibalo ukubona ukuthi lokho ngeke kukusebenzele. Ngakho yini le ingempela esithi singayikhuluma noNkulunkulu ngaphandle kukaJesu ?

Mhlawumbe unomcabango othi ngiyakwehla? Yebo abaningi bathi zonke izindlela ziya ekhaya,ngakho akusho lutho ukuthi yikuphi okholelwa kukho.Mangabe nje uphila impilo enhle ,nakanjani uya eZulwini. Kodwa awungeni ebhanoyini ungenalo ithikithi lebhanoyi elikuvumela ungene kulo .Futhi awuweqi umngcele ngaphandle kwe passport.

UJesu uyibeka kanje: NgokukaJohane 14:6 UJesu wathi kuye : “Mina ngiyindlela neqiniso nokuphila akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.” Noma uyathanda ukukuzwa lokhu noma cha ,ake ngikwenze kucace.Awusoze wangena emasangweni eZulu uma kungukuthi awukakholwa nguJesu INdodana kaNkulunkulu ,ukholwe wukuthi wafela izono zakho ukuze uthethelelwe  nokuthi wavuka ukuze ube nokuphila okusha ,ukuphila okungunaPhakade ebuKhoneni baKhe …..uma lezi zinto zingenzekile empilweni yakho wahlala kuzo ngenhliziyo yakho yonke ,soze wangena eZulwini,iqiniso linjalo nje.

Kodwa izindaba ezinhle ,yilezi zokuthi mawukholwa yikho konke lokhu ,uthethelelwe ngokuphelele,usunempilo entsha ceke ,usungaba nokungathandabuzi ukuthi ngamhla umphefumulo wakho uphuma ,uyoba sengunaphakadeni unoNkulunkulu.Yebo ingunaphakade naphakade ,Amen!

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge