... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Isimo Sengqondo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaPhethru 4:10 Nikhonzane kube yilowo nalowo ngesipho asiphiweyo njengabaphathi abahle bomusa omninginingi kaNkulunkulu.

Listen to the radio broadcast of

Isimo Sengqondo


Download audio file

Umqondo wokuba yinceku ubukeka usuphashile  kwiningi lethu.Lomqondo uya ngokuya ugqwala ezinsukwini zanamhlanje.Kodwa khona manjalo umuntu odlula bonke sebake bakhona emhlabeni ,wathi uze ukuzoba yinceku azokhonza hhayi kukhonzwe yena.Uyayizwa lendaba?

Akukhathalekile wenzani empilweni ,hlobo luni lomsebenzi okulo ,kodwa ungazithola ungasawujabuleli Abantu kwesinye isikhathi baye bathi kimi, “ hhayi ngeke akukwazi ukuba yiqiniso lokho.Bheka usemsakazweni zonke izinsuku .Lokho kungakuqeda kanjani isasasa uzizwe ungasakujabuleli?”

Yebo nebala ngiyawuthanda lomsebenzi weNkosi engikuwo,wokubhala ngethule ama scripts angamakhulu njalo  ngonyaka.Yebo ngisho kungathiwa ukuthokozela kanjani kodwa kuyafika lakhona okwenzayo ungasenasasa lokukwenza.

Ake ucabange intokazi encane enephupho lokusebenza ngokuweta emabhanoyini.Lobo bumnandi bokuhuza ngamabhanoyi  ihamba amazwe ngamazwe,amahora amade isemoyeni ,nabagibeli abafuna lokhuya bafune lokhuya ,ukuguquka kwezikhathi ,ukuba kude nekhaya….lento ide iqhubeka yenzeka usuku nosuku iyimpilo yayo.

Phambilini ngake ngaba sebhanoyini lakhona intokazi eyayenza lomsebenzi yayiwuthokozela kakhulu .Yayibaweta abantu igcwele ukumoyizela koqobo ,ingavesi ibaphonsele nje itray phambi kwabo.Kwakuyintakaso enkulu ukubona lentokazi yenza umsebenzi wayo ,qede ubone ukuthi kuqhamuka kude ekujuleni kokuziphatha kwayo [attitude].

1 EkaPhethru 4:10 Nikhonzane kube yilowo nalowo ngesipho asiphiweyo njengabaphathi abahle bomusa omninginingi kaNkulunkulu.

UNkulunkulu wasenza sonke ngamunye ngesiphiwo  esikhethekile  futhi uma sisebenzisa lesiphiwo ngentokozo nokubonga kwenhliziyo,siba yisibusiso esingakholakaliyo ,hhayi kithi nje kuphela kodwa kubo bonke esisondela kubona abasihaqile.

Yonke indaba inge- attitude yakho.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge