... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Izixuku

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 3:7,8 UJesu wasuka kanye nabafundi bakhe, waya ngaselwandle; isixuku esikhulu samlandela sivela eGalile, naseJudiya, naseJerusalema, nase-Idumiya, nangaphesheya kweJordani, nangaseTire, naseSidoni; isixuku esikhulu sesizwile konke akwenzayo seza kuye.

Listen to the radio broadcast of

Izixuku


Download audio file

Kunesizathu sokuthi imithetho yezenkolo izwakale iyigebe lomgodi elihelezayo futhi kube sengathi i-meaningless.Yingoba injalo.UJesu weza ,ngokwamazwi aKhe ,ukusikhulula .Futhi okuthi uma esikhulula siba ngabakhululekileyo impela.

Ngiye ngihlale ngibambeke ethunzini lokuphikisana okuphakathi kwemithetho yezenkolo ngakolunye uhlangothi ,kanjalo noqobo loNkulunkulu womusa nezibele owathumela iNdodana yaKhe ukuba ihlushwe ngexa yabantu abanjengami nawe .

Ngeshwa ,akudingi ukuthi uze uqalaze kude ukucinga inkolo eqhuba ngomthetho.Iyinto eqhoqhobala icindezele abantu umhlaba wonke.Bese kuthi khona manjalo uJesu umi Yena engohluke kakhulu ocindezelweni  olulethwe yinkolo kulomhlaba ,ezimpilweni zabantu abayizigidigidi ,iminyaka ngeminyaka eyadlula.

NgokukaMarkhu  3:7,8 UJesu wasuka kanye nabafundi bakhe, waya ngaselwandle; isixuku esikhulu samlandela sivela eGalile, naseJudiya,  naseJerusalema, nase-Idumiya, nangaphesheya kweJordani, nangaseTire, naseSidoni; isixuku esikhulu sesizwile konke akwenzayo seza kuye.

Isixuku esikhulu singihlaba umxhwele singenza ngizibuze .Ake nawe ucabange nje ngalokho.Bonke lababantu babekholwa nguNkulunkulu babeya njalo enkonzweni eSnagogeni  kumbe eThempelini njalo ngamaSabatha.Kodwa uthola ukuthi bashiya konke emumva ,bahamba amabanga ngamabanga amade  ngezinyawo ezintabeni nasezimfundeni, konke ngenhloso yokulandela uJesu .Isimangaliso leso !

Futhi ngicabanga ukuthi yikho kanye lokho.Thina singabantu siyazazela ekujuleni kwezinhliziyo zethu uma lowomuntu esuke ewungqo engesiye umbombayi.Nebala lobuqiniso bokuthi ungungqo uJesu,izimangaliso,ukuphulukisa,neqiniso eligeleza kuYe uJesu,okuwuhlobo lwento ongayitholi emathuneni acakiwe emiqathango yenkolo.

Mina nawe asibizelwe ukulandela inkolo,kumbe ibandla thizeni,kumbe imithetho abantu abayenzayo ukuze bakwenze uzizwe unecala ngayo.

Mina nawe sibizelwe ukulandela uJesu.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge