... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

UJesu Ukhetha Abafundi Abangu 12

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 3:13-15 Wayesenyukela entabeni, wabizela kuye abebafuna yena; beza kuye. Wamisa abayishumi nambili ukuba babe naye nokuba abathume baye kushumayela, babe namandla okukhipha amademoni.

Listen to the radio broadcast of

UJesu Ukhetha Abafundi Abangu 12


Download audio file

Angicabangi ukuthi noma ubani kithina wake wakucabanga ukuthi uNkulunkulu angenza umehluko omkhulu ngaye kulomhlaba.Siye sithi  yebo angawenza ngabanye abantu,kodwa hhayi thina.Kodwa loNkulunkulu usebe nguNkulunkulu owaziyo ngokwenza izinto ezimangazayo ngabantu abebengaziboni bengazikholwa ukuthi kungasetshenziswa bona.

Mangase kuthiwe mina nawe besinguJesu ,sibe nelungelo lokukhetha abafundi abangu 12 kulento entsha –ebizwa ngukuthi uMbuso kaNkulunkulu emhlabeni –besingaluhluza kanjani uhlobo lohla lwabantu abafanelwe yilomsebenzi?

Ngakube besowukhangisa kwi-newspaper lomsebenzi kumbe kuma online platform? Sidinga : abaphostoli abangu 12 abazomemezela uMbuso kaNkulunkulu ,okumele bakulungele ukushawa nokufela ukholo lwabo? Ngakube besoqasha ngokokuhlungisisa ama-CV sibuke abukhali kunawo onke qede sibabizele kwi interview labo esiba shortlistile? Ngakube besizobafaka uhlobo lwezivivinyo oluveza banamakhono anqala ngokwemvelo?

Ngakube uJesu Yena wenze njani ? Yebo nebala wasebenzisa ubusuku bonke esemkhulekweni futhi …

NgokukaMarkhu 3:13-15 Wayesenyukela entabeni, wabizela kuye abebafuna yena; beza kuye. Wamisa abayishumi nambili ukuba babe naye nokuba abathume baye kushumayela, babe namandla okukhipha amademoni.

UJesu wayenama-plan amakhulu ngalamadoda.Babezongena ekubeni ngosobaba bokuqala balesisakhiwo esisibiza ngeBandla okwakuzothi emva kokuthi bekhethiwe bahambise umyalezo owawuzoguqula izimpilo zabantu ezingama billion eminyakeni  ela nje ko 2 000 kusuke ebakhethile.

Yebo ,ama-plan amakhulu impela.Ngakho wakhetha….hhayi izingqweqwe ezazichetheke kakhulu nge-theology kumakolishi ezazifunde kuwo.Lutho wavese wakhetha abantu nje abaphansi ,,,ababengazi okutheni bengafundile bengabadobi ,ababegxalwa yimiphakathi ababekuyo abantu ababeqoqa intela beyiqoqela amakoloni abacindezeli.Wakhetha abantu abaphansi njengami nawe nje.

Wabizela kuye abebafuna yena; beza kuye.

Yeka isimemo esimangazayo.Uma uNkulunkulu ekubiza kuchaza ukuthi uyakufuna.Yiya kuYe Sihlobo sami.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge