... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Oyedwa Nje

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 2:4,5 Bengenakusondela kuye ngenxa yesixuku baqaqa uphahla lapho ekhona, bathi sebebhobozile behlisa uhlaka alele kulo ofe uhlangothi. UJesu ebona ukukholwa kwabo wathi kofe uhlangothi: “Ndodana, uthethelelwe izono zakho.”

Listen to the radio broadcast of

Oyedwa Nje


Download audio file

Umqondo wokuba nobudlelwane ngamunye –ngamunye  noJesu ,kwabaningi kuyinto engekho futhi esashobolo  .Lokho kungenzeka kanjani?  Uma kungukuthi  omunye ngamunye walaMaKhrestu ala ku 2 billion asemhlabeni efuna ubudlelwane naYe ngamunye ,ubezokhanda kanjani ithuba lomuntu ngamunye ? Isikhathi ubezosenza kanjani?

Sewake waba senkonzweni esuke indlu ingcwele phama ,uze uzibuze ukuthi ; “ekaze ngakube uNkulunkulu unaso isikhala sami kulababantu abaningi kangaka kumbe lababantu yibo abasemqoka kakhulu kuYe?” .

 Ngiyakhumbula usuku lokuqala ngingena endlini yenkonzo emva kokuzinikela kuJesu .Lalingelikhulu kakhulu,phela angithi kwakungabantu abala nje ko 30 kodwa ngazizwela sengathi angibalulekile kunabo mase kuziwa kuNkulunkulu.

Babazi wonke amagama adinga ukushiwo ,okubalwa amaculo kanjalo nokuthandaza .Babelwazi ulimi lwamakholwa uma bengingabeka ngaleyondlela .Kodwa mina ,ngangingazi dwee.Nebala ngangizizwela ukuthi angibalwe ndawo la.  

Kwake kwanesikhathi lakhona uJesu wayehaqwe yizixuku  eziningi kanti khona lapho kwabe  kunamadoda ayenomhlobo wawo owaye khubazekile,wayengakwazi ukuhamba.Ayefuna lamadoda ukumletha kuJesu ukuze aphulukiswe ….

NgokukaMarkhu 2:4 Bengenakusondela kuye ngenxa yesixuku baqaqa uphahla lapho ekhona, bathi sebebhobozile behlisa uhlaka alele kulo ofe uhlangothi.  UJesu ebona ukukholwa kwabo wathi kofe uhlangothi: “Ndodana, uthethelelwe izono zakho.”

Manje,ukubhoboza uphahla phezu kwala kunomshumayeli khona ukuze abone lomuntu udinga yena ngqo ,ngokwakho ukubona awuboni ukuthi babefuna engalokothi amzibe lomuntu? Manje-ke uJesu wenzenjani kulesisimo?

NgokukaMarkhu 2:5 UJesu ebona ukukholwa kwabo wathi kofe uhlangothi: “Ndodana, uthethelelwe izono zakho.”

Ngakube uJesu wacikeka yilokhu? Lutho sanhlobo! Wahlabeka umxhwele ngokholo lwabo ngakho wavese wayiphulukisa lendoda .

Uyabona Mlaleli kuJesu kuhlale kunesikhala somuntu eyedwa . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge