... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Unjani uNkulunkulu ?

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

AmaHebheru 1:3 Yona ethi ingukumenyezela kwenkazimulo yakhe ,ifuze yena uqobo,iphasa konke ngezwi lamandla ayo,isiyenzile ukuhlanzwa kwezono ,yahlala ngakwesokunene soMkhulu kweliphezulu.

Listen to the radio broadcast of

Unjani uNkulunkulu ?


Download audio file

Empeleni ukuba sebudlelwaneni obunothile nobunelisayo ,kungokumazi lowomuntu.Mhlawumbe yingalesosizathu abantu bengabi nobudlelwane obucebile nobunelisayo noNkulunkulu-ngoba hle hle abakaze bamazi ngokoqobo.

Sewake wazibuza ukuthi  : “engabe uNkulunkulu unjani”? Ngiqonde ukuthi uthi ingempela ngempela unjani.

Kuyinto ejwayelekile leyo ngoba phela asinakumbona ngokwamehlo,ndlelanye esibona ngayo abantu ezimpilweni zethu.Ngakho sigcina sesenzenjani ,sesincika emifanisweni yengqondo esinayo ngaYe ukuthi unjani.Futhi kwenzekani lapho ? Sonke sivese simenze umfanekiso wohlobo olumukeleka kalula kithinia ,ohambisana kamnandi nathi.

Uyazi ,ukuthi wonke umuntu uhlukile ngokwakhe.Uma ungabuza noma iyiphi indoda eshadile izokutshela ngonkosikazi wayo.

Sengineminyaka ngashada nonkosikazi wami ,kodwa ngizoqhubeka ngimqonda kabanzi cishe impilo yethu yonke.

NoNkulunkulu unjalo naye,ungohlukile ngendlela yakhe ,okungakho lomfanekiso oyingxenye esinawo engqondweni nawo ongumfudumezo nje ,awukwazi ukusitshela okuyiqiniso .Manje pho uzomthola kanjani ukuthi unjani ,uma kungukuthi asikwazi ukumbona ngamehlo futhi ?

KumaHebheru 1:3 Yona ethi ingukumenyezela kwenkazimulo yakhe ,ifuze yena uqobo,iphasa konke ngezwi lamandla ayo,isiyenzile ukuhlanzwa kwezono ,yahlala ngakwesokunene soMkhulu kweliphezulu .

Kanjani? Ubuka uJesu ,ekumbukeni kwakho ongubuso bukaNkulunkulu uqobo .[Igama elisetshenziswe lapha lalichaza ngo dayi owabe usetshenziswa  ukugxiviza [stamp] isithombe sika Khesari ohlamvwini lwemali]

Manje sihlobo ,ngakube ufuna ukwazi ukuthi uNkulunkulu unjani ingempela? Buka uJesu .Bheka ,ungacwayizi ubuke okunye . Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge