... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukugxeka Abaholi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KumaHebheru 13:17 Lalelani abaniholayo, nibathobele, ngokuba balinda imiphefumulo yenu njengabazakulandiswa ngayo, ukuze bakwenze lokhu ngokujabula, bangabubuli, ngokuba lokhu akunakunisiza.

Listen to the radio broadcast of

Ukugxeka Abaholi


Download audio file

Ngesikhathi siqhubeka siphila impilo engokuzicabanga wena siqu kuphela ngokuzimele ,kuba sikhathi sinye ,singathobeli ubuholi futhi sibugxeka . Sibone okuningi kwalokho kuleminyaka embalwa sibhekene nobhubhane ,angithi? 

Kuhlabana umxhwele ukulokhu uzwa abashumayeli [nami ngizibale] bekuncenga ukuba ube nobudlelwane obuseduze noJesu . Njengokuba lokhu kubaluliwe ezibhalweni ngisho nasezikhathini bexhumana noJesu kwakubonakala ,ngakho akumelene nezibhalo ndlelathize.

Nokho ngokwehlukile . Ugcizelelo kwiThestamente elisha luqiniswa ngebandla ukuba mzimba munye kaKhrestu ; ngathi thina esingamakholwa, singabafundi , abantu abasebenzisa iziphiwo eziphiwe nguNkulunkulu , ngokokholo emphakathini. Libukeka ithestamente elisha ligcizelela kakhulu ukuphila ningumzimba nibaningi ngaphezu kokuqhakambisa umuntu ngayedwana[individualism] lapha eceleni .

Futhi nanini nanini lakhona uyingxenye yomphakathi umelwe ukuba nabaholi. Izinto zihamba kanjalo nje .

Pho sithini ngalabo baholi , esikhathini lakhona umoya wokuzicabanga wena kuphela ubukeka uqhakanjiswa sewukhulile futhi emphakathini ?

KumaHebheru  13:17Lalelani abaniholayo, nibathobele, ngokuba balinda imiphefumulo yenu njengabazakulandiswa ngayo, ukuze bakwenze lokhu ngokujabula, bangabubuli, ngokuba lokhu akunakunisiza.

Njengomuntu ,ndlelana thizeni ophiwe ukuba ngumholi ,abanye abantu abazi kunzima kanjani ukuba ngumholi . Abakwazi ubunzima obubekeka emahlombe nasemizweni yezinhliziyo zemindeni yabo. 

Yebo nebala abaholi abekho perfect nabo ,futhi imvamisa banazo izikhisi zabo . Kodwa imvama iningi labo benza okusemandleni ukuhola . 

nibathobele, ngokuba balinda imiphefumulo yenu njengabazakulandiswa ngayo, ukuze bakwenze lokhu ngokujabula, bangabubuli, ngokuba lokhu akunakunisiza.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to heavy rains that flooded our TV studio, there’s no video for today’s Fresh. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.