... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukuqala Ngokugcinwa Ngakho

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMarkhu 2:16,17 Khona ababhali babaFarisi bembona edla nezoni nabathelisi bathi kubafundi bakhe: “Yini ukuba adle nabathelisi nezoni na?” UJesu ekuzwa lokho wathi kubo: “Abaphilileyo abadingi inyanga, ngabagulayo bodwa; kangizelanga ukubiza abalungileyo kodwa izoni.”

Listen to the radio broadcast of

Ukuqala Ngokugcinwa Ngakho


Download audio file

Masingasho ngokwethembeka okuphelele ,singathanda uJesu abe ngomnandi ,ontofontofo ,uMsindisi oxhumana nathi kamnandi ongasikhuthaza sibe yilokhu esifuna thina ukuba yikhona ,siphile impilo esifuna ukuyiphila .Inkinga isekutheni loJesu waseBhayibhelini akasiye lowomuntu onjalo sanhlobo!

Ngiye ngizibuze kwesinye isikhathi ukuthi thina MaKhrestu asizibuki izinto ngecala okungesilo.Baye bethi ngesilungu ukubophela inqola phambi kwehhashi ,ukuqala ngokugcinwa ngakho.

Siqhuba inkonzo ,ngendlela ebesiveza siyiqhuba ngayo .Kungani? Yingoba besivese sikwenza ngaleyondlela .Futhi indlela esiqhuba ngayo inkonzo ,iyindlelanye esiya ngayo kubantu ukubadonsela enkonzweni ,phecelezi lokhu abazi kangcono okubizwa ngophumo –mission.Bese kuthi indlela futhi esenza ngayo uphumo ,yona ibumba ukucabanga esibuka ngakho uJesu…simbuke ngokwezihlalo zesonto ezishaye uhele kamnandi ,zahlanzwa zazinhle ngokwama –row.

Ngakube ucabanga ukuthi lokhu engikushoyo kuphuma eceleni ,kumbe ngakube uJesu ubukeka kithi ehlukile ngokomqondo wezihlalo zasenkonzweni ezinethezekile ,mhlawumbe uma kunjalo besizothi kushukuthi mayehlukile kokwekonzo okuzothile nakanjani sizomthola eyoshumayeza  ohanta bemigulukudu edla izidakamizwa ?

Uma sizombuka ngokwesizotha iningi lethu elikhulele kuso ,kuvese kukumangase mase umbuka uJesu ukuthi wayengasebenzi endaweni ezothile njengeyethu,wayengeyikho lokhu esilindele uyikhona ,mina ngamhla ngiqala ukufunda ngaloJesu ngathuka kakhulu. Ngathola ukuthi ungumuntu owaguqula umhlaba upside down ,owaphulukisa  abanochoko ,owayehlala phansi  alalele amayengandoda,owaklebhula ukuzenzisa kwenkolo eyabe ingehlelikile ezweni .

NgokukaMarkhu  2:16,17 Khona ababhali babaFarisi bembona edla nezoni nabathelisi bathi kubafundi bakhe: “Yini ukuba adle nabathelisi nezoni na?”  UJesu ekuzwa lokho wathi kubo: “Abaphilileyo abadingi inyanga, ngabagulayo bodwa; kangizelanga ukubiza abalungileyo kodwa izoni.”

Belizobukeka kanjani iBandla uma sonke besizolandela lowoJesu ?

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge