... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Christianity Works

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 Phethru 4:12,13 Bathandekayo, ningamangali ngomlilo ophakathi kwenu enifikelwa yiwo ukuba nilingwe ngokungathi nehlelwe yinto engaziwayo, kodwa njengalokhu ningabahlanganyeli bezinhlupheko zikaKristu, thokozani, ukuze kuthi nasekwambulweni kwenkazimulo yakhe nithokoze, nethabe nokwethaba.

Listen to the radio broadcast of

Christianity Works


Download audio file

Kuyangimangaza ngeqiniso ,nanxa kungamele engabe kuyangimangaza ngoba ngangiye ngicabange ngaleyondlela nami ,ukuthi abantu ababuka uBuKhrestu ngaphandle bakubona njengohlobo ‘lwemithetho nemidanti yezenkolo’ ,kunokuba kube yinto eyenza umehluko empilweni yakho.

Abantu bake basibuze ukuthi kungani sizibiza ngokuthi : “Christianity Works? Ngakube kuchaza ukuthi ubuKhrestu bungemisebenzi yakho ,okwenzayo;ngokokuthi ndlelana thizeni umelwe ukusebenza ,usebenze ,uzikhandle ukuze ube ngothandwa nguNkulunkulu ?”

Cha akuchazi lokho ,ngoba uma ukholwa nguJesu ,uma ubeka ithemba lakho lonke kuYe ,enanini lokukuthenga ngezono zakho kulesoSiphambano ,kulapho kanye ukuthandwa nguNkulunkulu kunye nokuthethelelwa kumahhala.Lokho kubizwa ngomusa.Kuyamangalisa!

“Manje –pho kuchaza ukuthini?”

Yah,ngibuka ukuthi uma sizokholwa nguJesu ,ngakho kumele kusebenze.Kumelwe ukwenza umehluko ezimpilweni zethu –umehluko omuhle hhayi omubi.UBuKhrestu bumelwe wukusebenza ,ezikhathini ezinhle nezimbi .Ake  uthathe lokhu ,kunjengokuba kubhaliwe ,ezikhathini okwakubhalwe ngazo kuMaKhrestu ayehlushwa kanzima kulesosikhathi: 

1 EkaPhethru 4:12,13 Bathandekayo, ningamangali ngomlilo ophakathi kwenu enifikelwa yiwo ukuba nilingwe ngokungathi

nehlelwe yinto engaziwayo, kodwa njengalokhu ningabahlanganyeli bezinhlupheko zikaKristu, thokozani, ukuze kuthi nasekwambulweni kwenkazimulo yakhe nithokoze, nethabe nokwethaba.

Futhi ngokumangazayo,ngukuthi lento yobuKhrestu  iyasebenza  kwezinye zezikhathi ezimnyama empilweni yami .Ezinsukwini lakhona ngangisenhluphekweni….kodwa uNkulunkulu waziveza  wangipha isibindi  esiza ngaYe sokuthi ngizodlula kulomlilo.UNkulunkulu wangenelela wanginika intokozo  eyagcwalisa inhliziyo yami ngiphakathi  shi osizini.

Yizwa ngami UbuKhrestu Buyasebenza –Christianity Works!

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge