... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Inhliziyo enamandla

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Izaga 28:27 Opha ompofu akayikuswela,kepha ositheza amehlo akhe ,uyakuba neziqalekiso eziningi.

Listen to the radio broadcast of

Inhliziyo enamandla


Download audio file

Ngiyazibuza ukuthi engabe uma ngisebenzisa lamagama ,inhlupheko ,ukulamba ,ukuswela  ,ngakube ayaphatheka kuwe ,kumbe asethembeke  ukuthi angamagama angaphatheki akude le kuwe ,awumqondo nje oziqhelele nongakaze ungqongqoze emnyango wakho ? Uthini kulokho?

Uzakwethu wayekwi- lunch kwelase-India ,kwi Conference ayekuyo.Uthi uyazifela  ngokudla kwaseNdiya ,kodwa manje lokhu kwangalelolanga kwakubaba ukwedlula ,hhayi  kwakungawina ngisho indonda kapelepele.

Kwakunzima ngokwedlulele komunye uzakwethu wase  Canada ehluleka nawukukumanzisa ngolimi ukuze ehlise ukubaba kuka curry .Lokho kudla okubabayo kwamqeda nya ,indoda yayize ime ngezinyawo .

Asedlule ke lapho,manje kwakunenye insizwa evela e Bangladesh  eyayihleli eduze kwabo .Yona yayizimimilitela nje ukudla kubuyobeyobe kuzehlela ingezwa lutho.Bavese labozakwethu  baqunga bayibuza ukuthi : “Udlani kudla kuni kwelakini eBangladesh?”

Wabeka phansi imfologo yakhe ,ngokukhuluma aqonde waphendula wathi :

 “Mina nonkosikazi wami  nezingane zethu ezimbili ,imvama sidla i-rice lodwa .Kodwa kwesinye isikhathi asibi nalo elanele .Kulezonsuku asidli lutho.”

Angisoze ngakukhohlwa engakuzwa enhliziyweni ngamhla ngizwa lamagama .Inhliziyo yabuhlungu ukuzwa ukuthi yena  nonkosikazi wakhe nezingane zakhe kwezinye izinsuku abadli sanhlobo .

Kulapho okwajulisa khona umqondo wami ngendlala .Nginomuzwa ojulile manje kuya phambili.Umuzwa wezingane ezilala zingafakanga lutho eziswini ngumuzwa onzima ophathekayo okhona lo.

Izaga 28:27 Opha ompofu akayikuswela,kepha ositheza amehlo akhe ,uyakuba neziqalekiso eziningi.

LoNkulunkulu,loNkulunkulu Onamandla ,unenhliziyo enamandla ngabampofu.

Futhi angikusho  ngiqonde lokhu sihlobo sami ….singaqhubeka kanjani sizibize ngabantu baKhe uma singenayo lenhliziyo anayo Yena ngabampofu ,singenzi lutho ngobuphofu ,sibe sithi singabaKhe?   Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge