... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

UNkulunkulu Usemsebenzini Namanje

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFiliphu 1:6 Ngethembile ngempela yona le nto ukuthi owaqala umsebenzi omuhle kinina uyakuwufeza kuze kube lusuku lukaKristu Jesu,

Listen to the radio broadcast of

UNkulunkulu Usemsebenzini Namanje


Download audio file

Nanini lakhona  uthatha uhambo ,okusuke kuwuhambo lomehluko omuhle empilweni yakho  -okungaba ukuzikhandla ngokwe ndlela yokudla ukuze ube nezempilo ezinhle  -uyazi ukuthi kuvamisa ukuba nesilingo sokugcina wehluleka endleleni  ,usunhlanhlatha .

Maningi amaKhrestu namhlanje  nawo,ohambweni lwawo noJesu olugcine selunhlanhlatha .Yebo nebala lomzalwane uthole ukuthi ubenokuhlosa okuhle ,kodwa uthole ukuthi endleleni sewehlise ukukhuleka ,sekuthukela nje ufunde ibhayibheli lakho ,awusacabangi kakhulu ngoNkulunkulu ,sekwehle nokubusisa abanye ngothando lukaNkulunkulu olukuwe ,mhlawumbe sekuphele iminyaka emihlanu kumbe unyaka kodwa nje sewudonsa ngo -diesel ohambweni lwakho neNkosi .

Uma mhlawumbe uzithola ukuleyondawo  njengamanje ….mhlampe ,kungase kwenzeke ,yisona sizathu uNkulunkulu esihlanganisile namhlanje .

Yebo hleze kwenzeke ukuthi unotho namhlanje afuna ukulukhuluma   enhliziyweni yakho  olukhulu oluvela enhliziyweni yakhe olunamandla .

KwabaseFiliphu 1:6 Ngethembile ngempela yona le nto ukuthi owaqala umsebenzi omuhle kinina uyakuwufeza kuze kube lusuku lukaKristu Jesu.

Yizwa lokhu sihlobo sami ,uNkulunkulu akaqedile ngempilo yakho ! Wazinikela impilo yakho kuYe phambilini  ngasikhathi ayekubiza ngaso ,wakuthinta ngamandla ,wazembula kuwe.Kwakusentandweni yaKhe ,ngakho akekho emsebenzini wokukulahla  ohambweni.Futhi uma umuzwa ekubiza namhlanje ,phendula ubizo lwaKhe .Ziphe isikhathi ukuthandaza .Yebo ngazozonke izindlela ,umcele akuthethelele.

Yebo ,mhlawumbe uhambo lwakho noJesu seluphumile endleleni .Mhalwumbe uyazisola futhi uzizwela icala enhliziyweni .

Yingakho …..

Ngethembile ngempela yona le nto ukuthi owaqala umsebenzi omuhle kinina uyakuwufeza kuze kube lusuku lukaKristu Jesu.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..